Ukhozi FM Current Affairs

Ezangempelasonto: KwaSizabantu Mission discussion


Listen Later

Lelisonto liqale ngokulalelwa kobufakazi obethulwe kwikhomishana yokuvikelwa kwezenkolo kanye namasiko eThekwini. Uprofessor David Mosoma uthe lekhomishana izama ukuthola amaqiniso mayelana nezinsolo zokuhlukunyezwa kwabantu eskhungweni esaziwa ngeKwaSizabantu Mission eseKranskop enyakatho neKwaZulu Natal. Leskhungo sibe undaba mlonyeni kulandela izinsolo zokuhlukunyezwa kwabantu kanye nenkohlakalo. Namuhla ohlelweni Ezangempelasonto sikhuluma noPastor Barney Mabaso owasungula elakhe ibandla emva kokushiya KwaSizabantu, siphinde sibe no Manfred Stegen ongumfowabo kamsunguli waleskhungo uErlo Stegen.
...more
View all episodesView all episodes
Download on the App Store

Ukhozi FM Current AffairsBy SABC News and Current Affairs