Ukhozi Breakfast

Ezasexhibeni


Listen Later

Dr. Mpumelelo Mbatha

Executive Director
Isikhungo Sesichazamazwi SesiZulu (ISS)
(IsiZulu National Lexicography Unit)

Topic: Uma sibuyela enyangeni ebizwa ngokuthi inyanga yamadoda sibheka ukuthi ngakube kulungile yini uma sivele sithi inyanga yabantu besilisa – akulungile lokhu – kukhona omkhulu umehluko phakathi komuntu wesilisa nendoda – igama elithi isilisa liqoqela ndawonye abafana, amabhungu, izinsizwa, amadoda namakhehla – uma kwakuzothiwa yinyanga yabesilisa – lokho kwakuzosho ukukhuluma ngawo wonke la mazinga ehlukene – uma le nyanga kungathiwa yinyanga yabesilisa – sekungangena nabafana imbala – ukuqikelela ukuthi kungasukelwa umfana noma ibhungu kubizwe ngendoda njengokuthi kuboshwe indoda eneminyaka engamashumi amathathu – akuyona indoda leyo – umuntu wesilisa
...more
View all episodesView all episodes
Download on the App Store

Ukhozi BreakfastBy ukhozi fm