Sebenzile Kumalo's podcast

My very first episode based on my life


Listen Later

Ukukhula kwami ngisengumtwana kwakumnandi kodwa kuphinde kubenzima nyana.ngangihlala no gogo,umkhulu,u cc wam omncane angekho osebenzayo kodwa sasikwazi ukulala sidlile ngaso sonke iskhathi .umama bekangekho empilweni zethu umama wayengumuntu othanda ubumnandi ,amadoda ahlukene,notshwala ngimazi makazovalela kuphela bengihlala eZamani nogogo no mkhulu emkhukhwini simele indlu ezophuma kwenye indawo izindlu lezi zama RDP ayy ngenhlanhla yaphuma indlu sekusele 3days ukuthi sithuthe umkhulu washona. sathutha sayohlala kwenye indawo ngijabulile ngijabulele indawo entsha kodwa inhliziyo yam ibuhlungu kakhulu angifuni kungasho .hhawu umkhulu abekwe kodwa bambekela Kubo ngoba sithuthile phela kwakhe lapho azi khona abekwe kusentshenzwe kuphele.sesihlala kulendawo entsha angithi ay kusesenjalo umama aze azohlala nathi since umkhulu angasekho kube ngathi umuntu ozosiphatha kahle since no gogo sekakhulule nje.kuhambe amalanga kuqale ke sekuyaphizwa la endlini makuhholiwe akulalalwa kuyaliwa ,phela umama uma eza ezohlala nathi weza nendoda yakhe ubaba we last born ka Ma .umama wayengasihloniphi yonke into emanyala wayeyenza abe azi ukuthi akumelanga siyibone.kumnandi endaweni ngihlangane no mfana igama lakhe ngi Thabo ngangimthanda sithandana yoh ngi attender isonto lasebusuku liphuma ngo 12 ,ngangijabulela ukuthi u Thabo uyangikhapha ngi spender iskhathi esiningi naye afuna silale kodwa ngangisaba ngoba ngikhuliswa ugogo .phela ugogo bekahlala athi kwangena lo munwe westhathu esandleni sakhe aww kuphelile ngami yingkho ngangisaba.indawo inkulu ngithole omunye umuntu ngithi ngibaleka lo ofuna inanaz kanti ngizifaka ko worse sojola 3months wangiphuca ubuntombi bami ngamitha ngaba pregnant zahamba iynyanga ngingaziboni ukuthi ngikhulelwe .ngisafunda ngalesoskhathi ngifunda u Grade10 and sibhala ama exam .ngiphalaze e xlasini uthisa athi kunento enghambi kahle ngami kodwa sikhulumela ngaphandle eclassini athi ukhulelwe wena hamba e clinic uzobuya ksasa ayy yimi loya ngigibele ngemali yam yomkhero ngiye kwa mamcane wam .mangifa ngimthole angekho bathi uye e Kwazulu natal ngijabulile .bathukwe ekhaya ukuthi angibuyi baye eskolweni bathi since bangigcina Wednesday ngaleso skhathi I Friday.bangifune bngifune bangangitholi .umamkhulu afike ngesonto Sunday angibone asangena asibulise athi Kimi asikhulume vele bekabona ukuthi ngi mithi angibuze ubaba wengane ngimtshele afonele umamami amtshele .umama asho ngezinhlamba angithuke nami ngisabe ukubuyela ekhaya ngihlale nomamncane ngize ngibelethe ingane .sekumele ngibuyele ekhaya ukuze sizoyobika ingane phela kubo.ngihlangane nobaba wayo ingane ngimtshele aphike athi Never why ngingathi u Thabo yena akazali,ngikhale kodwa ngizitshele ukuthi ingane eyakhe uyena ongiphuce ubuntombi bami.ngibuyele ekhaya siyibike ingane Kubo manjena ,Kubo bavele bayithakazele ingane bayivume bathi eyabo .ngibuyele eskolweni kodwa akusafani manje ngifunde kodwa ekhaya kuyanyiwa ngathi ngingahlala khoana eskolweni ngithole umnagni igama lakhe u sindisiwe ngiyeke iskole sengibhema ugwayi .ugogo wazi ukuthi ngiseskoleni kanti ngino sindisiwe .u sindisiwe vele bekangafundi asuka emakhaya saba oskeem .sengiyacala kemanje ngishiya umtanam no mama.ngibhema intsango ingidake ngilale after school ngiya ekhaya siphumile iskole .kuhambe iskhathi ngiphuze utshwala angisalali ekhaya .ngiyovakasha naye umkhozi wam eTsakane yoh ngacala ngabhema iNyaope indaba icala lapho iStory Sami .ngabhema iNyaope ngifakwa umngani wam eyovakashela I boyfriend ebhema ama drug .Always mawucala kuzoba nomuntu ozothi kancane ngeke ugule nawe ukuphapha uyathatha kanti uthatha ithuna kukancane uphume enyaopeni usaphila .iyabulala uphathwa isisu,ama stomach cramp,loss of appetite,loss of hygiene,uyabanda kakhulu uvele I chicken skin,ushiselwe ushe ,banamanga mabathi lento iyenza usabe amanzi .ukugeza bengigeza kodw bengiyoyifuna kucala bese mesengiyitholile into yokubhema ngiyogeza .lapho ukucala kwami ukuhlala nomuntu wesilisa ngitshotsha ,ngilala nomuntu for imali ,ekutshontsheni bengingadlali benginukwelwa imali .kwaba nento ngathi ngiyovakashay a ekhaya ngaya ngathola bahlawula umtanam ngingazi bathi ngingungyaope bangixosha ekubuyeleni kwami emuva ngahlanga nalo mfana athi asambisan ngendlela wangijikela. Wangigwaza efuna ukulala nam angigwaza intambo,isandla seka left ,ne thanga laka left azange akhhone ukulala nami wabaleka wangishiya lapho esgangeni indlela lapho sindlula khona.ngthukiwe ngibuyela emuva angikhoni ukuhamba ngicedwe abanye abobaba abay 2bangimukise ekhaya umama agane unwabu athi ngizombhekisa ngabantu vangixoshe ayy ngihlale e next door to be Continued
...more
View all episodesView all episodes
Download on the App Store

Sebenzile Kumalo's podcastBy Makhumalo Cc Omdala