zakhamizi zase Nepal ezingaphezu kwamakhulu ayisikhombisa zelwashwe ngodokotela balapha e N/A abasebenza enhlokodolobha yase Kathamansu emeni kokuba ukuzama zama komhlaba okulindganiselwa ku 7,8 ku Richter Scale kuhlasela lelazwe ezinsukwini eziyishumi ezehlule . Iodokotela abakhishwe izinhlangano zosizo ii Gift of the Givers bahlinze abantu abangu 68 ezibhedlela ezine kwathi abantu abangu 450 basizakala kakhulu ezinhlelweni zosizo lwezempilo . Abanye abagqugquzeli bethimba lodokotela u Dr Qasim Bhorat uyasibikela kabanzi ngalokhu
IN: In terms of .....
OUT: any problems there