Mbongeni Mdluli osebuya ekhulukuthu ngenxa
yokuzibandakanyisa nobugebengu esamncane. Lokhu kwamugcina iminyaka
ejele kwaze kwaya washintsha impilo yakhe. Usenqume ukusebenzisa impilo
yakhe efundisa intsha ngobungozi bokugebengu, nangenani eliphezulu
kakhulu kubo.