Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
June 27, 2019Umsiza kanjani uwakwakho onengcindeziNgingamenza kanjani umnyeni wami afune usizo ngengcindezi ebonakala imhlasela ?Nginesizathu sokukholwa ukuthi uthwele kanzima kulengxenye ,Kodwa uyenqaba ukuvuma ukuthi lokhu kungaba liqiniso kumbe ukukuthatha serious lokhu okungikhathazile ngaye.Angazi noma impakamo,ukwesaba ,noma okunye okumi endleleni yakhe,kodwa ngiyazi ukuthi lentaba isiqalile ukugingqikela emshadweni nasemndenini wethu .Ngenzenjani?...more0minPlay
June 27, 2019Ukwakha ikhaya nokubuka kwebhayibheli ukusebenzaUkuba sekhaya kungenakanjani ngokwebhayibheli eszihlokweni zokusebenza nokufuzula?Ngihlale ngikuthokozele ukuba sekhaya njengonkosikazi nomama ekhaya .Ngabe sengizwa izinkulumo eziningi ngeqhaza lokusebenza okuwumkhiqhizo ngokwecebo likaNkulunkulu ngoluntu.Kusuka lapho sengibe manqika.Ngisebenzisa isikhathi sami ngilungisa ukudla ,ngisulana namakhala avuzayo odado,ngisulana nekhishi .Ngokwami ukubona akukho nto engiyilethayo ngokomnotho ,ngakho angazi noma lokusebenza kwami kunaqhaza lini ngami emphakathini.Ngingazigqaja kanjani emsebenzini wami kumbe ngiwubuke ngokwesithombe esikhulu ? Futhi uma ngingesiyo ingxenye yawo wonke umuntu,manje futhi umqondo webhayibheli wokuphumula ngokwesabatha ungena kanjani kimi?...more5minPlay
June 26, 2019Ukwakha ikhaya nokubuka kwebhayibheli ukusebenzaUkuba sekhaya kungenakanjani ngokwebhayibheli eszihlokweni zokusebenza nokufuzula?Ngihlale ngikuthokozele ukuba sekhaya njengonkosikazi nomama ekhaya .Ngabe sengizwa izinkulumo eziningi ngeqhaza lokusebenza okuwumkhiqhizo ngokwecebo likaNkulunkulu ngoluntu.Kusuka lapho sengibe manqika.Ngisebenzisa isikhathi sami ngilungisa ukudla ,ngisulana namakhala avuzayo odado,ngisulana nekhishi .Ngokwami ukubona akukho nto engiyilethayo ngokomnotho ,ngakho angazi noma lokusebenza kwami kunaqhaza lini ngami emphakathini.Ngingazigqaja kanjani emsebenzini wami kumbe ngiwubuke ngokwesithombe esikhulu ? Futhi uma ngingesiyo ingxenye yawo wonke umuntu,manje futhi umqondo webhayibheli wokuphumula ngokwesabatha ungena kanjani kimi?...more0minPlay
June 26, 2019Ungqubuzano Nabazali Ngamalungiselelo OmshadoSingabhekana kanjani nokungaba ngamathuba okungavumelani aqhumayo kubazali bami ngomshado wethu ozayo?Bagcizelele ukumelana kokuba khona kwamawayini nokudansa kwi -reception.Mina nozoba ngumkhwenyana wami sizimele ngokwezimali futhi sikulungele ukuzikhokhela thina izindleko zonke zomshado .Nokho lokho kungelungise lenkinga ,njengoba uMawami esekucacisile ukuthi ngeke beze bona emshadweni wethu uma kuneziphuzo ezihlohlozayo nemidanso.Eqinisweni lezozinto azikho mqoka kithi .Nokho ngesaba ukuthi uma senzela bona bangagcina besilawula ndlelana thizeni.Senze njani?...more6minPlay
June 25, 2019Ungqubuzano Nabazali Ngamalungiselelo OmshadoSingabhekana kanjani nokungaba ngamathuba okungavumelani aqhumayo kubazali bami ngomshado wethu ozayo?Bagcizelele ukumelana kokuba khona kwamawayini nokudansa kwi -reception.Mina nozoba ngumkhwenyana wami sizimele ngokwezimali futhi sikulungele ukuzikhokhela thina izindleko zonke zomshado .Nokho lokho kungelungise lenkinga ,njengoba uMawami esekucacisile ukuthi ngeke beze bona emshadweni wethu uma kuneziphuzo ezihlohlozayo nemidanso.Eqinisweni lezozinto azikho mqoka kithi .Nokho ngesaba ukuthi uma senzela bona bangagcina besilawula ndlelana thizeni.Senze njani?...more0minPlay
June 25, 2019Umkhuba wokuba izingane zihlale zicabanga sakukhathazekNgakube umkhuba oqhubekayo wokuhlala ingane ikhathazekile ngengqondo ,ungaba nobungozi ekuhambeni kwesikhathi?Ingane yami inalowomkhuba ,sengenze okuningi ukuqeda lokho kodwa lutho ngehlulekile .Kuyangisanganisa lokhu .Yikuphi okumele ngikwenze?...more6minPlay
June 24, 2019Umkhuba wokuba izingane zihlale zicabanga sakukhathazekNgakube umkhuba oqhubekayo wokuhlala ingane ikhathazekile ngengqondo ,ungaba nobungozi ekuhambeni kwesikhathi?Ingane yami inalowomkhuba ,sengenze okuningi ukuqeda lokho kodwa lutho ngehlulekile .Kuyangisanganisa lokhu .Yikuphi okumele ngikwenze?...more0minPlay
June 24, 2019Umndeni oxubile ogcina ungophumelelayoNjengoba ngishada isibili ,ngiwumzali wezingane ezizalwa nezingazalwa yimi,yikuphi engingakwenza ukuba isimo sokungena emndenini oxubile sibe ngesenzeka ngesihle,ezinganeni zami,ezomkami,nawo wonke umuntu othintekayo kulendaba?...more6minPlay
June 23, 2019Umndeni oxubile ogcina ungophumelelayoNjengoba ngishada isibili ,ngiwumzali wezingane ezizalwa nezingazalwa yimi,yikuphi engingakwenza ukuba isimo sokungena emndenini oxubile sibe ngesenzeka ngesihle,ezinganeni zami,ezomkami,nawo wonke umuntu othintekayo kulendaba?...more0minPlay
June 21, 2019Ukuhlobonga nomfowabo kamkhwenyana wakhoNgimtshele yini umnyeni wami ngokushelela engaba nakho ngagcina ngiya enkonzweni yekamero nomfowabo phambilini?Kunonyaka kwenzeka lokhu ,esikhathini engangibuthaka ngaso .Sobabili naye sabona ku wrong esakwenza ,asabe sisaphinda ukukwenza lokho.Imindeni yethu iyabonana futhi isondelene .Akekho kithi osetshele uwakwakhe.Sibatshele?...more5minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.