Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
June 15, 2022Ukuvuselela umshado wenu senizihlalele nodwaManje njengokuba izingane zethu sezihambile yini esingayenza ukuvuselela ubudlelwane bethu?...more5minPlay
June 14, 2022Owesifazane wayengenziwa kanJuni ngomfanekiso kaNkulunkulu oziveza engowesilisaKungaba kanjani kwabesilisa nabesifazane benziwe ngomfanekiso kaNkulunkulu libe iBhayibheli limbeka ngokobulili besilisa?...more6minPlay
June 13, 2022Ukuvangela isizukulwane se-technologyYiyiphi indlela engcono kakhulu yokuhambisa ivangeli esizukulwaneni sesimanje?...more7minPlay
June 10, 2022Ungavikela kanJuni ukunga spoil ingane yakhoSingenza kanjani ukuthi mina nomnyeni wami singayitotosi kweqe intombazanyana yethu enhle sadoli?...more6minPlay
June 09, 2022Osekuthombeni ucabanga ukuthi abamhloniphi abazali bakheKumele i-adoloscent iphendule kanjani uma abazali bayo behlale becabanga ukuthi kukhona ebaleka nakho? Sengenele abazali bami ! Angiyona ingane embi ,kodwa abanginiki indawo yami sanhlobo.Angikwazi ukwenza utho kumbe ngiye endaweni ethile ngaphandle kokuphekisiswa ngemibuzo.Ngingawamela kanjani amalungelo ami nenkululeko yami ngaphandle kokuba ngiphume ekhaya?...more6minPlay
June 08, 2022Ukwenza izikhathi zokudla zomndeni ezithokozelekayoNjengowesilisa nicabanga ukuthi kuchaza ukuthi ngiyinkonkoni ngoba nakhu njalo ngiye ngixolele imvamisa futhi ngithokozele izinto zabesifazane ? Yilokhu ngaba njena ngisengumfana omncane ,anginaso isiqiniseko ngithini ngalokhu....more5minPlay
June 07, 2022Ukukhonza izinto zabesifazane kunye nokuzazi ukuba ngowesilisaNjengowesilisa nicabanga ukuthi kuchaza ukuthi ngiyinkonkoni ngoba nakhu njalo ngiye ngixolele imvamisa futhi ngithokozele izinto zabesifazane ? Yilokhu ngaba njena ngisengumfana omncane ,anginaso isiqiniseko ngithini ngalokhu....more6minPlay
June 06, 2022Ukukhulisa ukuzethemba ezinganeniYiziphi ezinye izinto engingazenza ukudala ukuzethemba ezinganeni zami ? Angifuni zikhule zicabanga ukuthi umhlaba umi ngazo ,kodwa futhi ngifuna ukuzifaka umqondo wokuzihlonipha kunye nezinkambiso zabo ezinhle njengabantu.Ngingakwenza kanjani lokho?...more6minPlay
June 03, 2022Ubuzali ngokubambisana nokungabambisaneki naye owake waganana nayeNgibhekana kanjani ngokunqubuzana komqondo ngendlela akhulisa ngayo engangimganile? Isinqumo sesahlukaniso sethu ,sasithi siyoba neqhaza elilinganayo ebuzalini.Lokho kwakuzwakala kahle ephepheni kodwa ekwenzekeni kuyinhlekelele.Ngingumuntu okholelwa ebuqothweni nasekuqondiseni.Kodwa ngeshwa konke lokho kuyashabala uma nje izingane zami zike zaya kuyena,ongenandaba ngemithetho nezinqubo.Ngenze njani?...more6minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.