Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
April 07, 2022Izisekelo zebhayibheli ngokunikelela abampofuLithini ibhayibheli ngenhlupheko nokunikelela abampofu? Ngifuna ukukuqonda ngobuNkulunkulu lokhu,kodwa nje eqinisweni kimi njengomzalwane osemusha eNkosini ngibe nokudideka ngeminye imibono ngeminikelo engizwe ngayo.Ngakuba nibuka lesisenzo njengesinye esimqoka empilweni yobuKhrestu?...more6minPlay
April 06, 2022Ingcindezi nokuzibulala: Izimpawu nezexwayisayoUma kukhona omaziyo oseduze nawe onengcindezi, nakanjani umelwe ukulalela loluhlelo Ezomndeni lakhona namhlanje sizobe sixoxa ngamaphuzu ambeka engozini kunye nezimpawu ezexwayisayo ngengcindezi nokuzibulala.Ungabe usaya ndawo....more6minPlay
April 05, 2022Ingane esikhulile ithwele kanzima ngezothando oluseceleni lomzali nomlingani wakheAbazali bami basanda kuhlukanisa ngoba uMawami wayephinga .Kusuka lapho usehlala nalomlisa futhi bahlela ukushadana kungekudala .mina nomnyeni wami siphila eceleni,futhi sekwenze kwanzima ukubhekana nakho konke lokhu. UMawami ungidinelwe ukungemukeli leli soka lakhe ngezandla ezifudumele. Usabisa nokungasaphinda ahlanganyele nathi uma sinemcimbi yomndeni, kodwa eqinisweni ngempela ,angimfuni lomlisa wakhe. Ngicabanga nginobunzima ukusebenza ukuthi ngizizwa kanjani phambi kokuba ingqondo yami icace ukuthi iziphathe kanjani....more6minPlay
April 04, 2022Ingane enekhanda eliqinile iveza umoya wokukulumanaWenze njani ngengane ehlasela abanye abantu ngamazinyo ayo? Ingane yethu esencane ekhombisa ukuba nenkani seyikhombise lomoya izinyangana ezimbalwa.Siwumisa kanjani lomkhuba kuyona?...more5minPlay
April 03, 2022Indodakazi ayimhloniphi umkhwenyana wayoUma ungumama wendodakazi esishadile, nebala uyazi ukuthi izinga liyashintsha kakhulu. Lengane yakho esikhulile isiphumile esandleni sakho, kodwa manje isinomndeni wayo ozimele....more5minPlay
March 31, 2022I-adoption nokwelapha i-Sensory Processing DisorderLuhloboluni lwemithi ekhona kumbe izelapho ezinganeni ezithwele kanzima nge Sensory Processing Disorder? Sinomfana oyi-foster kithi onesemumva lakhe labe linokuhlukunyezwa okukhulu. Emva kokuba sesihlale phansi nabezempilo sithole ukuthi izinkinga zakhe eziningi, zilele kwisemumva lakhe futhi zingalashwa ngokwemizwa yengqondo....more7minPlay
March 30, 2022Ogogo nomkhulu bakhathazeke ngesimo sezempilo ekhaya labazukuluNjengogogo nomkhulu kunganzima kwesinye isikhathi ukuba yisibukeli lakhona ubuzali sebusemahlombe engane yakho. Uye uzizwe sengathi ungenza kangcono kunayo ezinganeni zayo....more5minPlay
March 29, 2022Ukugconana emndeniniNgakube umndeni wakho ngomunye wemindeni ekhonze ukuncokola kuqhume uhleko? Ngakube uzithola wenza ihlaya ngamanye amalungu omndeni ze wonke umuntu ahleke? Ukugcona abanye kungenza umndeni unamathelane. Nokho, uma kwenziwe ngendlela engalungile, ukugconana kungaholela odweshwini olukhulu emndenini....more5minPlay
March 28, 2022Ukuziphatha kabi ngocansi nokusondela ngokwenyama phambi komshadoAbantu abasha abaningi abengena othandweni bazithola kunzima ukuzigcina bemsulwa phambi komshado. Ibhayibheli lihlaba liqonde nje ngalesihloko, nakuba abanye bezama ukuliphikisa kumbe bathi sekwaphupha elikushoyo....more6minPlay
March 27, 2022Ukusondela kolahlekelwe ngothandiweyo wakhe ngokuzibulalaUkuzibulala kwentsha kuphezulu njengokuba izithola ithe shi kwi-negative thinking futhi izithole kujikelezo lwengcindezo nemizwa yokungabi nathemba. Ohlelweni Ezomndeni namhlanje siza nokuthi ungasondela kanjani kumhlobo onosizi olahlekelwe ngothandiweyo wakhe ngokuzibulala....more6minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.