Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
February 13, 2022Izizathu ukulubekela Imfundo EphakemeKungani kumele ngiye e University ? Indlela mina engibuka ngayo ,amakolishi awabumbi isizukulwane esilandelayo ukuba sibe abadala abanokhiqhizo nobuholi,lokho okungasizi mfundi ukufinyelela ezimpokophelweni zakhe .Kungani uzicwilise ezikweletini ngenxa nje yokuthi kunomuntu olindele ube neziqu ? Kungani uchithe iminyaka yakho emide usebenzela ucwezu lwephepha nje ologcina lukubeka ezingeni lokuhola okufanayo nongenalo? Kimi akwakhi mqondo?...more6minPlay
February 10, 2022Umkhwenyana ozibuza ngakube abambe iqhaza lokuba ngumamaAkusiyo into oyibona nsukuzasa ubaba enza umsebenzi kamama, elungisela izingane ukuya esikoleni, elungisa ukudla, ewasha izitsha. kodwa ndlela thizeni ngesinye sezigaba obaba abazithola bekuso....more5minPlay
February 09, 2022Abazali abakhathazekile ngentombazane ekhonze imidlalo yabafanaKuloluhlelo Ezomndeni namhlanje sizonqumunga isihloko esixukuzana ingqondo, nkashana sisa siza umndeni uqonde kangcono isimo sokuthanda izinto zabafana kwentombazana nokudlala sabulili obuhlukile....more5minPlay
February 08, 2022Umkhwenyana olulama okikanetelweni lwe-Porn ,akasemashushu ngenkonzoImishado eminingi, ikhinyabezwe lukinatelo lwezithombe zobunqunu [porn] futhi eminingi yayo iphetha kwizahlukaniso. Izizathu zalokhu ukuthi kumanhlembethwane ukulapheka futhi bese lo oganene naye aphelelwe lithemba lokubuyiseka kobudlelwane ngendlela....more5minPlay
February 07, 2022OGogo noMkhulu abalekelela Omama nobaba abamatasaKulesikhathi esikuso sekujwayelekile ukuba ubaba nomama basebenze endaweni eqhelile nekhaya,sekuyinsakavukela ukuthi ubutasa kweqe sebube yingxenye yempilo ejwayelekile emindenini eminingi. Amagama athi: “ewu asikho isikhathi impilo imatasa” angamagama ajwayelekile. Okuthi uma abazali sebephila leyompilo kugcine ubuzali babo bebethwesa ugogo nomkhulu ngezingane zabo. Lokho kungaba lusizo olukhulu emndenini, nokho akungabi sesimweni lakhona abadala benomuzwa wokuthi bayaphoqwa bayasetshenziswa kumbe babekwa ebutaseni obudlulelele....more5minPlay
February 06, 2022Ukugudluza Ingcindezi Yokuqeqesha ingane isigcoziUma ungumzali wengane esisesikoleni uthi mawubuka emumva isazichamela ebusuku uthi huh! ekukhumbuleni lezonsuku usayifundisa isigcozi kanti uma kungukuthi eyakho njengamanje ikulesosigaba, usibuka njengentaba engenakunyukeka. Phela soze wabona ingane esifunda isikole igqoke amanabukeni ngoba yonke ingane isuke seyifundile ukuziyela endlini encane....more6minPlay
February 03, 2022Ukuqondisa Izigwegwe Enganeni Engekho kunyathela kunyesihloko sokuqondisa izigwegwe ezinganeni siyisihloko esishisayo kubazali futhi bazizwa bengekho emandleni okubhekana naso. Baningi abazali abangakwazi ukuthi uqondiso oluba nomphumela omuhle lubiza amava amakhulu nokulandelela, futhi uma kungekho ukuma okuqhubekayo ,kugcina izingane zingasenaso isiqinisekiso semingcele yazo...more6minPlay
February 02, 2022Imicabango Ngomama AbasebenzayoNinalo ukhuthazo ngomama abaqashwe ngaphandle kwekhaya ? Ngiyazi ukuthi iFocus On The Family izipha isikhathi ukugqugquzela omama abahlala ekhaya eqhazeni labo ,kodwa ngiyazibuza kazi ninalo na usizo kulabo bethu okubiza betshathe izikhwama njalo ekuseni beya emsebenzini ukuze izindleko zekhaya zifezeke....more6minPlay
February 01, 2022Akathembekanga Umlisa Obukipite NayeUbudlelwano obuphetha ngenxa yokungathembeki buvama ukuba inkanankana uqobo, kepha uma kukhona nezingane lokho kwenza lesisimo sedlulele ngobunzima nokusambathekisana....more5minPlay
January 31, 2022Ukugwema Ukuqondisa ingane kuze kweqeUma sekuziwa ekuqondiseni izgwegwe ingane kumele abazali baqonde ngokucacile, izindlela ezifanele nezinhloso zokuqondisa ingane.Ukuqondisa ingane kuwukuyifundisa, yingakho ukuqina kwesandla kweqe kungenazithelo, nanxa kungalula futhi ukuwela kunoxhaka lakhona ingane ingafuni ngabomu ukulalela....more5minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.