Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
June 07, 2020Ukuchama njalo ebusuku kwengane esikhulileSingammisa kanjani umfana wethu ukuchama njalo? Singathola kanjani umnyombo walokhu kuchama esemdala? Kuyakhathaza ukuwasha njalo izingubo zakhe zokulala esezibhukudise ngomchamo.Sengilahlakelwe ukubekezela futhi naye ngiyambona ulimele ngokuthi sengidiniwe.Sikhona isisombululo kulenkinga?...more5minPlay
June 04, 2020Ukufundisa izingane inhlonipho esikhathini engasangenwa khonaNgingafundisa kanjani isizotha ezinganeni zami ngoba sekubukeka kuyinto esikhohlakala ezinganeni nakwabadala.Kusemqoka kimi kodwa ngibuka ubunzima besikhathi esikuso.Ngingabafundisa kanjani abami bebe nomozwa ngomunye umuntu njengoba sesiphila nje esikhathini lakhona abantu bengesenandaba nomunye?...more4minPlay
June 03, 2020Umnyeni wami uyahlukumezana emzimbeniumkhwenyana wami usebe nomkhuba wokuba wudlame emshadweni wethu wonke.Ngizizwa ngagaxela la.Kwezinye izikhathi ngisabela ukuphepha kwami,kodwa angazi ngintunte ngiyephi.Ningangisiza’...more4minPlay
June 02, 2020Ukubhekana nomamezala ohluphayoNgibhekane kanjani nomamezala wami ekungangikholweni kwakhe ukukhulisa izingane zami ,uvese angihahabeze phambi komyeni wami nezingane.Sekwenele manje! Ngenze njani?...more4minPlay
June 01, 2020Ingane enenkinga yokuqamba amangaKodwa intombazane yami ngingayimisa kanjani amanga? Ngimbamba njalo esungula izinganenkwane ekhaya kodwa nguye futhi kimi ode ekhala ngokuthi izingane eskoleni azikholwa yilutho alushoyo.Ngakube unesipho sokusungula ingxoxo noma inkinga yamanga nje?...more4minPlay
May 31, 2020Ngakube ingcindezi iyisonoUmbuzo othi ngakube ingcindezi iyisono ,abaningi imvamisa bazibuza wona uma bebhekene nemizwa ebuhlungu enhlizyweni....more6minPlay
May 31, 2020-DELETED- Izeluleko Kuma-Teenager Noku Nokuxoxa OnlineUthini umbono wenu nge –teenager ezibandakanye ne –social network kunye ne –online chat rooms?Sengike ngafunda izinkulumo zamanye ama teen kuma –sites indodakazi yami efuna ukungena kuwona ,futhi abukeka engenabungozi .Nokho nginokusabela ukulahlekelwa ngukulawula ingane yami ,igcine iphethwe ngontaka bayo.Ngakube kumele ngikhathazeke?...more6minPlay
May 28, 2020Ukubuka ukugembula ngokwebhayibheliNgakube ngempela ibhayibheli lithi kubi ukugembula? Ngiyabona ukuthi nakho kunjengoku dansa nokudlala amakhadi –amakholwa aqinisa kakhulu, amelene nakho.nokho angikholwa kunezisekelo zezwi azisebenzisa ukumelana nakho mina engikubuka kuwumdlalo nje ongenabungozi....more7minPlay
May 27, 2020Hleze umkhwenyana ubishe ezithombeni zobunqunuNgenze njani uma ngikholwa ukuthi umkhwenyana wami ubuka izithombe zobunqunu ezixakile? Kanginabo ubufakazi obuqanda ikhanda kodwa nginazo izinsolo eziseka lokhukwesaba enginakho.Uvese abhoke ngolaka uma ngike nje ngathi ngakhuluma ngalesihloko athi ngidlala imicabango nje .Ningiluleka nithini?...more6minPlay
May 26, 2020Ibhayibheli nocansi phambi komshado kunye nokuziphatha ngokozwecansiYikuphi ngempela la khona ibhayibheli lithi kuyicala ukulala ngaphandle komshado? Abazali bami bahlala bengiyala njalo ngokuthi izwi lisiyalela singayi ocansini phambi komshado.Manje ngoba sengikhulile sengikwazi ukuzicabangela ,sengiqala ukuyingabaza leyonto.Angikakaqondani nento ebhayibhelini evumelana nalombono wabo.Okwedlulele ukuthi angikatholi simo lakhona ibhayibheli likhuluma ngomshado wasesontweni! UIsaka no Rebheka abazange bashade esontweni.Bazihlanganela bazilalela kwaphela kanjalo!...more6minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.