Sign up to save your podcasts
Or

Sawbona mam Dudu Khoza, Ngicela ningifihle Ngingowesifazane onenkinga lana. Ngithandane nomlisa iminyaka ewu 21 yonke wagcina eba umyeni wami...kuthe last year ngalonyaka impela ka 21 kwavele kwafika intombazane empilweni yomyeni wami yamdlisa yangifaka isichitho mina yase imuthatha umyeni wami yamqashela indlu eMayville iskhathi esiwu 3 months emuva kwaloko wahamba waya eGoli yangikhipha intombazane kwaphela duu ngami endodeni yami esengiwe ngivuka nayo. Inkinga yami enkulu ke yilena yesichitho engafakwa Sona yilentombazan asivumi ukusuka senza kubenzima nokuqhubeka nempilo impilo yami imile manje lapho nami 5 min
ngiyafisa ukudlula klento but akudluleki ngoba akunamunt ozimisele ukuba nobudlelwano name. Yasho intombazane ukuthi ‘angeke ngifunwe muntu mina angikhohlwe ngizonya nyi. Akhona ama message wayo ingihleka ingiqhoshela ithi ngiya gowa, ibhale ama message ngefoni ka myeni wami ithi ayisangifuni izenze umyeni wami bese iyacisha ukuze umyeni wami angaboni ukuthi ibhalile …
By ukhozi fmSawbona mam Dudu Khoza, Ngicela ningifihle Ngingowesifazane onenkinga lana. Ngithandane nomlisa iminyaka ewu 21 yonke wagcina eba umyeni wami...kuthe last year ngalonyaka impela ka 21 kwavele kwafika intombazane empilweni yomyeni wami yamdlisa yangifaka isichitho mina yase imuthatha umyeni wami yamqashela indlu eMayville iskhathi esiwu 3 months emuva kwaloko wahamba waya eGoli yangikhipha intombazane kwaphela duu ngami endodeni yami esengiwe ngivuka nayo. Inkinga yami enkulu ke yilena yesichitho engafakwa Sona yilentombazan asivumi ukusuka senza kubenzima nokuqhubeka nempilo impilo yami imile manje lapho nami 5 min