
Sign up to save your podcasts
Or


sikhuluma ngokuthi kule season isikhathi sezinyoka eNingizimu Afrika zivamise ukuqala entwasahlobo kuze kufike ihlobo (kusukela kuMandulo kuya kuNhlaba). Izinyoka zivame ukwanda kakhulu uma izinga lokushisa seliphezulu, njengoba ziphuma ezindaweni ezicashile ziyozingela futhi zizalane
Monday Therapy no Gab no Masaladi bathi ubona ngesimemo saka Mfana ngalezikhathi zonyaka ukuthi umiphi nomuntu wakho, kuthiwa laba abathandwayo sebeqalile bathola izimemo zokuthi badle ukhisimusi bahlukaniseunyaka kaMfana 😊
Ncipha bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu
INGONO YOMSAMO no Professor VVO sibheke kwi Ngono yoMsamu la uzothola ukuxazululeka kwezinkinga zakho zakomoya nezomphefumulo. Impilo yonke iwuhambo ongalwazi olungukuthwasa. Kumele kulokuhambo ungene ezikhinsini uwele imifula, uhlangane nokuhle nokubi, okuzokukhalisa nokuzikujabulisa. Kuyosondezwa eduze kwakho abayokuhlenga nabayokucwilisa ngoba kufanelekike. Konke lokhu kuyokube kufanele kwenzekile ukuze ulufeze uhamba lwempumelelo: lwempilo yakho yonke.
Sizolandelela udaba lwengane yaseMtubatuba eyathunjwa ukuthi kukhona yini umkhondo otholakalayo ngoba sesenze imizamo yokuxhumana noMhlonishwa uMeya waseNkosi uMtubatuba uCllr M. Mthethwa, kukhona noMama wengane elahlekile uNozipho Mbuyisa Uma unetiye elishisayo ongathanda sikuphungise lona xhumana nomdidiyeli wohlelo umthumele I email ku [email protected] noma usifonele
From the publisher's feed
Jabulujule with Lady D kuKhozi FM is an interactive magazine show catering for a wide variety of listenership with the aim to deliver information, provide entertainment and build the nation. It…