
Sign up to save your podcasts
Or


Sizokhuluma ngomlando wesibongo sakwa Mbuyazi No Khaya Ndwandwe ongungoti kwezesintu.
National Albinism Awareness
Lolusuku lwanamhlanje luwusuku lokuqwashisa ngesifo seNhliziyo futhi lugxile ekuvimbeleni nasekuqwashiseni ngesifo seNhliziyo.
Ncipha Bugebengu no Linda Thahane we Jotela Mtika Consulting sikhuluma ngokucishwa noma ngokusulwa kwerekhodi lezithupha ukuze umuntu ezokwazi ukuphinde aqashwe asebenze. Sinomlaleli esizokhuluma naye, owatholwa engenacala kodwa I admistration yabhala kwi system ukuthi unecala so kwafanele kusukunywe kulungiswe igama lakhe lisuke kubantu abathola ama charges
Sikhuluma nowesifazane osehlukumezeke kaningi edlwengulwa ephindelela
Ncipha Bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu, sekukaningi sizwa abantu bekhala ngokuqolwa kwabantu ngamagama abo. Njengoba sisadingida udaba lwezinhlobo zama scams, sizoxoxisana noMlaleli othi kunomuntu owamfaka kuMasingcwabisane engazi, kuthe uma uMama wakhe eseyojoyina umasingcwabisane kwatholakala ukuthi usevele uyilungu kodwa abazani nomuntu omjoyinisile.
Kwezwakala izwi eRama,ukukhala nokulila okukhulu,uRakheli ekhalela abantwana bakhe,engavumi ukududuzwa,ngoba abasekho.
From the publisher's feed
Jabulujule with Lady D kuKhozi FM is an interactive magazine show catering for a wide variety of listenership with the aim to deliver information, provide entertainment and build the nation. It…