
Sign up to save your podcasts
Or


sikhuluma nge Thrombosis okungukwakheka kwehlule legazi ngaphakathi komthambo wegazi. I Thrombosis yenzeka lapho igazi lakha ihlule ngaphakathi emthanjeni, okungaphazamisa noma kuvimbe ukugeleza kwegazi ngendlela efanele. Lesisifo singaba yingozi uma ihlule legazi lisuka lapho lakheke khona liyovimba umthambo ohambisa igazi emaphashini Part two nemibuzo yabalaleli
Monday Therapy no MakaTha – Simthande Myeza
Singabakho Nxumalo okhulumela umnyango wokuhlunyeleliswa kwezimilo, sibheka udaba lokubhala kwabafundi baMatikuletsheni abasemaJele njengoba bebalelwa ngaphezu kwaMakhulu amabili.
sibheka udaba lokuthi Umndeni usuhambe usuliqedile izwe ulwa nokufuna izinkinga ezibakhungethe. Kukhona abasemajele, abaqotshwa ngesibhamu, okuthiwa abathwase maqede bashone, kufa wena mfuyo. Ekugcineni kufike ikhehla komunye wabo ngephupho lithi : inkinga enkulu yenu nalahla inkolo okwakuphilwa ngayo kulelikhaya eyayiphilwa nesintu. Kanti inkolo iyahlangana yini nesintu na?
From the publisher's feed
Jabulujule with Lady D kuKhozi FM is an interactive magazine show catering for a wide variety of listenership with the aim to deliver information, provide entertainment and build the nation. It…