Jabulujule 9 -12

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - 14 June


Listen Later

Sanibonani okhozini ngcela ningsize
ngishadile sengineskhathi eside ngishadile ngahlukumezeka kakhulu
emshadweni wami, ngihlukumezwa abasemzini nomyeni wami uqobo
wayesebenza Kahle ngalesosikhathi umyeni wami akakaze angivikele
emndenini wakhe naye wayeqonywa kangangokuthi wayesefuna nokuthatha
unkosikazi wesbili.Sineminyaka emihlanu, 5 years singayi ocansini kuze
Kube imanje.....inkinga engicela ningisize kuyo angisamthandi umyeni wami
kodwa yena useyangincenga kuthi sibuyelane ngamtshela kuthi sengifuna
ukuqhubeka nempilo kodwa akavumi angisenamizwa yakhe nakancane.

...more
View all episodesView all episodes
Download on the App Store

Jabulujule 9 -12By ukhozi fm