
Sign up to save your podcasts
Or


MAM Khoza ngiyabingelela ngicela ukungazisho igama ngingowesifazane oneminyaka engu 30 ngalotsholwa ngo 2019 ngambeswa kushoda usuku lomshado nginabantwana ababili, kunezinto esiye sizwe kwabanye abantu kodwa lokhu kushaya emzini wami ngqo. Mam Khoza nomlaleli nginenkinga lapha,ngilalwa isilwane sengiphile isikhathi eside nalenkinga ngiya kubantu besizulu kodwa bengilahla isilwane kwathi ngelinye ilanga ngaphupha kuthiwa angiyolahla isilwane bangiyalela omunye ubaba ngase ngiya komunye obonayo wathi angiyobuza umyeni wami ukuthi yini lokhu angenza khona ethi uqinisa umuzi wakhe.Izinkinga esihlangabezana nazo, umyeni wami imali ayihlali iphelela ezadleni kwawa ngisho nesitolo bekumuntu ozisebenzayo akusekho konke lokho imuqedela nemizwa mayenami, ngacishe ngalahlekelwa ngisho nayingane. Ngicela abalaleli nabantu abazi isintu ukuthi usizo ngingaluthola kuphi kwenziwa njani uma kunje ngoba sengehlulekile angisazi ngenzenjani.2
By ukhozi fmMAM Khoza ngiyabingelela ngicela ukungazisho igama ngingowesifazane oneminyaka engu 30 ngalotsholwa ngo 2019 ngambeswa kushoda usuku lomshado nginabantwana ababili, kunezinto esiye sizwe kwabanye abantu kodwa lokhu kushaya emzini wami ngqo. Mam Khoza nomlaleli nginenkinga lapha,ngilalwa isilwane sengiphile isikhathi eside nalenkinga ngiya kubantu besizulu kodwa bengilahla isilwane kwathi ngelinye ilanga ngaphupha kuthiwa angiyolahla isilwane bangiyalela omunye ubaba ngase ngiya komunye obonayo wathi angiyobuza umyeni wami ukuthi yini lokhu angenza khona ethi uqinisa umuzi wakhe.Izinkinga esihlangabezana nazo, umyeni wami imali ayihlali iphelela ezadleni kwawa ngisho nesitolo bekumuntu ozisebenzayo akusekho konke lokho imuqedela nemizwa mayenami, ngacishe ngalahlekelwa ngisho nayingane. Ngicela abalaleli nabantu abazi isintu ukuthi usizo ngingaluthola kuphi kwenziwa njani uma kunje ngoba sengehlulekile angisazi ngenzenjani.2