Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
FAQs about Ukhozi Breakfast:How many episodes does Ukhozi Breakfast have?The podcast currently has 1,446 episodes available.
April 30, 2019Dr Molefe-Osman ABESILISA ABANGAKWAZI UKUKHULELISAEnaba kabanzi ngabesilisa bakuleli abanenkinga yokungakwazi ukukhulelisa (Male Infertility).. ISIDLOSASEKUSENI...more8minPlay
April 30, 2019OWESIFAZANE OMNYAMA WOKUQALA UKUSHAYELA AMABHANOYI EZIMPI (COMBAT PILOT)Sikhuluma no Major Mandisa Mfeka usichazela ukuthi wangena kanjani kulomkhakha wokushayela izindiza zezimpi..(Combat Pilot)ISIDLOSASEKUSENI...more10minPlay
April 30, 2019AMANDLA OMNOTHO_AMADAYIMANE AWUMNOTHO OBALULEKILESikhuluma no Gugulethu Xaba nge ningizumu Africa isingene emgqigqweni wokunxenxa amanye amazwe ukuthi atshale izimali lapha eMzansi, sikhuluma ngama diamond njengoba ewumnotho obalulekile..ISIDLOSASEKUSENI...more7minPlay
April 29, 2019MOTIVATION_STHEMBISO ZONDO - Vuka uzithathe njengenkawuSikhuluma ngokuhluleka nokuqala kabusha....Zondo "Ukuhluleka kuyingxenye yempilo, inkawu iwumpetha wesihlahla kodwa iyawa bese iyavuka iqhubeke..ISIDLOSASEKUSENI...more7minPlay
April 26, 2019EZASEXHIBENI_NO DR MBATHASibheka imvelaphi yamagama esesijwayele ukuwasebenzisa kodwa singayazi imvelaphi yawo nokukhuluma isizulu okungesona isibonelo IMVULA VS IZIMVULA ngokwesizulu akushiwo ukuthi IZIMVULA kusho u Dr Mbatha lalela uzwe incazelo. #ISIDLOSASEKUSENI...more12minPlay
April 26, 2019GUMBOOT DANCE(ISICATHULO) SA DANCEGroup called Crocodile Gumboots dance leli yiqembu elasungulwango 1970 ubaba uZondi owazalwa ngo 1950 osaphila naye obezifikele mathupha besivakashele njengoba belungiselela ukuya kwi tour yabo eseMelika. Basidlalelile e studio bukhoma bashaya into ecokeme nehlukile lalela uzizwele #ISIDLOSASEKUSENI...more11minPlay
April 24, 2019YAZI IMVELAPHI YAKHOSithi yazi imvelaphi yakho uTshatha udlala no Anele Zulu, lalela uzwe ukuthi ubani onqobile kodwa u Anele usola uMalume uTshatha ngokumrobha. #ISIDLOSASEKUSENI...more9minPlay
April 24, 2019EZOMTHETHO_ABAXAKWE ZIKWELETUADV: SBUSISO MLONDO : Uyakwazi yini ukusikhokhela usivale isikweletu sakho uma uthola imali uma ungaphansi kwe debt review, malini imali ethathwa I debt councilor ? #ISIDLOSASEKUSENI...more10minPlay
April 23, 2019EZASEXHIBENI_ISIZULU SANGEMPELADR MBATHA "Kunamagama EsiZulu esiwasebenzisa ngendlela okungeyona isibonelo Impilo Vs Izimpilo" #ISIDLOSASEKUSENI...more10minPlay
April 23, 2019MOTIVATION STHEMBISO ZONDO_AMANDLA OKUZIKHULULA AKUWESthembiso Zondo "Abantu bazibophile bona, Kuma relationship. Obobathanda abantu futhi ubahloniphe kodwa ungabathembi futhi ungabasabi". #ISIDLOSASEKUSENI...more8minPlay
FAQs about Ukhozi Breakfast:How many episodes does Ukhozi Breakfast have?The podcast currently has 1,446 episodes available.