
Sign up to save your podcasts
Or


# Ezweni Sakhile: Namhlanje sithe asilandelele ezinye zezindaba esike sazenza kulengosi. Elokuqala udaba lusilethela izindaba
ezimnandi olubandakanya usisi obehlukunyezwa emsebenzini. Olwesibili lubandakanya umama ozoziphendulela emva kokuthi indodana
yakhe imsole ngokuthi uyiyengela embhedeni. Kanti olokugcina udaba luthinta usisi owashawa ngesando emehlweni waze waba
#Ukhozifm : Sixoxa no Lumka Oliphant :Dep of Social Development
#Ukhozifmvabs :u-Nkululeko Masuku ongumculi we-opera emva kokufinyelela esigabeni sokugcina somncintiswano womculo iBritain's Got Talent. UMasuku udabuka eMpumalanga kuleli kodwa usezinze eLondon, nalapho eqhuba izifundo zakhe eGuildhall School of Music and Drama.
#Ezwenisakhile :Namhlanje sidingida udaba luka Mnuz Mfaniseni Jabulani Ndlovu othi wahlukanisa nomkakhe ngenhloso yokuthi bathole imali yempesheni eyayizolekela unkosikazi ezikweletini. Ngokusho kuka Mfaniseni lokuhlukanisa kwakungekona okwangempela ngoba waze wabela unkosikazi umuzi nezimoto ngethemba lokuthi bazobuye babuyelane. Sikhuluma no Mfaniseni, sizobuye sikhulume no mmeli. Lowo owayengu nkosikazi akavumanga ukukhuluma nathi ngenxa yomyalelo wasenkantolo.
From the publisher's feed
Vee Mthembu and Mroza