Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
December 02, 2021Ukusebenzisa amaphilisi okuhlela inzalo emshadweniUthini umbono wenu ngokusebenzisa amaphilisi okuhlela ? Sisanda kushada sizama ukucabangisisa ngendlela eseqophelweni eliphezulu ukuthi siwabuke kanjani,kodwa sithola umyalezo ohlukene kubahlobo bethu,amalunga omndeni ,nodokotela.Omunye umzalwane esimaziyo ukholwa ukuthi naluhlobo luni lokuhlela umndeni lumelene necebo likaNkulunkulu. Asazi sicabange kuphi....more6minPlay
December 01, 2021Umama akabazwile kahle abangani womkhwenyana wakheYikuphi engingakwenza ngokungabi kwami nkamu nkamu ngabangane bomkhwenyana wami? Sithokozile futhi sisebudlelwaneni obuhle kakhulu,ngaphandle kwento eyodwa : angizwani nabangane bakhe.Ikhona indlela yokusombulula lenkinga? Isiholela ekuphikisaneni nongqubuzano...more5minPlay
November 29, 2021Isehlukaniso nofa lwaso ezinganeniIsehlukaniso wuhambo olungelula neze ukuluhamba,ikakhulukazi uma kubandakanyeka nezingane, ungalindela isikhisi esidephile impela.Izingane zithenteka kabi ngokuhlukanisa kwabazali bazo, uMama noBaba kumele bazi bazobhekana kanjani ngokwesaba nokudideka kwezingane zabo....more6minPlay
November 28, 2021Ukwehlisa amava engcindezi emndenini wakhoIngcindezi iyinkinga yezempilo ethinta umphefumulo kumuntu ngokwamazinga ehlukene, kodwa iphinde ithinte amalunga omndeni ngokwezinga eliphathekayo. Sizothatha ithuba sibuke izindlela ongehlisa ngazo ingcindezi kabathandiweyo bakho....more5minPlay
November 25, 2021Obaba bafundisa kanjani amadodakazi abo isizothaKuningi okungashiwo ngeqhaza elikhulu ubaba angalidlala empilweni yendodakazi yakhe, ikakhulukazi ekuzethembeni kwayo. Ubaba ubumba intombazana ngendlela ezibuka ngayo emphakathini, ngokunjalo unomthelela omkhulu ukuthi izethembe....more5minPlay
November 24, 2021Ukusiza oyisisulu sobhongoza kwezokuxhumanaSiyavama ukubuzwa ngabazali, ukuthi babhekane kanjani nengane esibe yisisulu sobhongoza nobhongoza kwezokuxhumana. Ziningi izeluleko zemibhalo esinazo kulabobazali ezibanika inkombandlela kwi-website yethu ethi: www.safamily.co.za. Kodwa namhlanje sifuna ukukhuluma nabo qobo abasha ababhongozwa wobhongoza kwezokuxhumana. Sizwa kaningi ngabasha abexakekile ukuphila impilo ejwayelekile neqhubekayo, ngenxa yokwesatshiswa obhongoza basesikoleni kumbe labo abaxhumene nabo kuma social network. Ukuba wubhongoza kwezokuxhumana akukuhle....more6minPlay
November 23, 2021Ingane yesaba uSathaneIzingane zifunda ngoSathane ebhayibhelini bese zizwe nangezindaba ezifundiswa kuSontoskole, bese kokunye zibe netwetwe qobo ngalesisitha esingabonakali. Abazali bengenza okuningi ukwehlisa lokho kwesaba ngokuthi basho uthini uNkulunkulu ebhayibhelini....more6minPlay
November 22, 2021Inkambiso yokuziphatha kwengane esikhulile egunyeni labazaliNgakube ingane esikhulile iqhubeke ukulalela ubaba nomama? Kunini lakhona iqhaza lobuzali liguquka? Kuyimibuzo evamile le uma ingane isifika eminyakeni yokuzimela ,nokho lithini iBhayibheli ngalokhu?...more6minPlay
November 21, 2021Ukuhuheka kumngani wowakwakhoNjengoluntu sibuthaka,futhi inhliziyo nezingqondo zethu zingasiduza kalula uma singaqapheli ukuba zihlale zibekwe eNkosini .NjengaMakhrestu sitakulwe ebugqilini besono sabuyisana noNkulunkulu ,kodwa lokho akuchazi ukuthi imicabango yesono ayithi shwi emiqondweni yethu. Kusibiza ukuba sense izinqumo ezinqala usuku nosuku sithabathe iziphambano zethu simlandele uJesu. Emshadweni simelwe ukuqapha izinhliziyo zethu kwizintshisekelo zesono ezingamelana nobudlelwano besiganane nabo....more6minPlay
November 18, 2021Umkhwenyana ongathembekile ufuna ukuba sothandweni nomunye wesifazaneUma sekuziwa kwezokungethembeki emshadweni ,akumele kube nesisihla nebala.Akumele oganene naye athalalise ekubhanqweni, ngoba ubuqu bomshado buwubunye obungcwele phakathi kwendoda nonkosikazi, futhi lesifungo akumele neze sibukelwe phansi....more6minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.