Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
September 22, 2021Igunya Lobuzali Enganeni EsikhulileKuba noguquko lwegunya ekufikeni kwengane ebudaleni .Kumzali lolosuku luvese luzume ,masisha usebona indodana noma indodakazi yakhe enhle isizimele. Sithanda ukuxoxisisa ngalokhu kuloluhlelo Ezomndeni....more7minPlay
September 21, 2021Ukusiza Umfana Abe YindodaInhloso ekugcineni ukukhulisa abafana ,ukubaqeqesha nokubakhuthaza babe ngamadoda ahlonishwayo naqotho.Kuwumsebenzi oyinzuzo ukutshala kuwo,La ohlelweni Ezomndeni sizoletha izinkomba namasu....more5minPlay
September 20, 2021Ukukipita Nesoka ElihlukumezayoSesizwe kaningi ngezindaba lakhona umama ezibona eboshelwe ebudlelwaneni obungachachambile ngenxa yokuthi ubona ukwehlukana kungawububi enganeni.Sifuna ukubuka udaba olunjalo, macala onke....more6minPlay
September 19, 2021Ingane Esebenzisa Amagama AnenhlambaIngane esebenzisa amagama anenhlamba kungenzeka iveza impilo yabantu abayizungezile,kunokwenzeka futhi kube esinye isizathu. La ohlelweni Ezomndeni namuhla sizoxoxa ngokuthi yini eqhuba inhlamba olimini lwengane ,hlala ulalele....more5minPlay
September 16, 2021Ukukinatelwa Yizidakamizwa Sibuke Noluleko LwezomshadoUmshado la khona oyedwa ekinatelwe zidakamizwa ungumqansa kakhulu ,nokho kusuke kungachazi kumele kube yisiphetho sawo....more6minPlay
September 15, 2021Ukunyathelwa Yisifo Sofuzo NomshadoUngathini usuthenjisiwe umshado bese uthola ukuthi unesimo sezempilo esingaphazamisa izingane uma nizithola?...more5minPlay
September 14, 2021Izindlela Zokubhekana Nobudlelwano Obu OnlineEzinsukwini esikuzona zobuchwepheshe sebuyanda ubudlelwano obu online kwintsha yethu, sibone kusemqoka ukucobelelana amasu okubhekana nohlobo lobudlelwano obunjalo....more5minPlay
September 13, 2021Ingane Esikhulile Izizwa Isaphathswe OkwenganeKungayinto enzima kumama ukukhulula abantwana bakhe nxa sebefike ezingeni lokukhula baziqalele impilo yabo,sithini ke uma uyingane leyo umama angavumi ukuyikhulula esandleni sakhe? Ungamtshela kanjani ukuthi ususezingeni lokuzibhekanela nempilo ,kodwa usho ngenhlonipho? Sikholwa singasiza kulemosa....more5minPlay
September 12, 2021Ukukhuthaza Imikhuba Enempilo EkhayaWonke umzali ufuna ukwazi ukuthi wenza konke kahle ekuqinisekiseni umndeni ophilile nosimeme kwimpilo yonkana.Kakusiwo –ke umsebenzi olula ,nokho sizoke sixoxe ngezindlela eziningi umndeni ongazigcina unempilo usimeme....more6minPlay
September 09, 2021Ukuqhelelana Ngezinhliziyo EmshadweniNjengoba impilo yabashadile imatasa ngaphezu kokwenza kulezinsuku,iningi besebenza bobabili,nendathane yezinto ezibadingayo nezigcwalisa uhlelo lwempilo, kulula ukuqonda ukuthi ukuqhelelana ngezinhliziyo kungapulukutshela kungene emshadweni. Abashadile bangavuthela kanjani lelolangabi uma kuwukuthi selipheshulwe zivunguvungu zempilo?...more6minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.