Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
July 27, 2021Ukufundisa izingane inhlonipho esikhathini engangenwa khonaEmphakathini nasesikhathini esiphila kuso inhlonipho isiphenduke inganekwane, manje-ke wenze njani mawufuna ukukhulisa eyakho ngenhlonipho nesizotha? Namhlanje kweZomndeni sifuna ukubuka kabanzi lithini iBhayibheli ngenhlonipho....more6minPlay
July 26, 2021Ukuvuleleka ngama-account nama-passwords e-social media emshadweniEsikhathini esikuso ukuvula i-social media account kulula kunokuvula i-bank account futhi wona maningi kakhulu. Kuwubuhlakani ukubuka umthelela lama-account anganawo emshadweni. Siluleka ukuvulekelana emshadweni ngawo ngenhloso yokuvimbela inhlese engangena....more5minPlay
July 23, 2021Ukubuyisela ukukitazeka emshadweniUbudlelwano emshadweni buhle kakhulu njengokubekwa kwakho nguNkulunkulu nokho kubuye kube nempicabadala kuloluhamba.Kuyamanagaza ukuthi bangaki abashadile abazibuza beziphendula ngemishado yabo. Baningi besixoxela ngokukhathazeka ngezimo zeyabo qede bacele usizo....more4minPlay
July 21, 2021Ukuzivikela kunye nomshado wakho ungaphathwa yi social mediaNgakube ezokuxhumana emoyeni zihlafuna kwasani eyisikhathi sakho nowakwakho nomndeni? Ngakube uhlala ku Facebook ngaphezu kokuba nomkhwenyana wakho? Ohlelweni Ezomndeni sikulethela amasu namuhla ukuthi ungayiphatha kanjani i-social media?...more4minPlay
July 20, 2021Ukuba semshadweni unqobe iminjunju yokuthi wahlukunyezwa ngokocansi usamncaneIzinsalela zobuhlungu bokukhumbula wahlukunyezwa ngokocansi usamncane zingahlasela abashadile njengesbhelu esingenakudlula. Lokho kushoshozela kwenhliziyo kakusiyo into esingayithatha kancane....more5minPlay
July 19, 2021Umnyeni wami uyahlukumezana emzimbeniUdaba lwethu namhlanje la kweZomndeni lushubile kakhulu, Sixoxa eyokuhlukumezeka emzimbeni....more4minPlay
July 18, 2021Ukuqopha izikhathi ezingenakukhohlakala emndeniniUnyaka odlula ngokuphazima kweso, nokho sidinga ukukuhlosa ukuqopha okuyohlala kukhumbuleka emindenini yethu. La ohlelweni Ezomndeni sifuna ukukucobelela ngezindlela ezilula ukuqopha izikhathi eziyohlala zikhumbuleka njalonjalo....more4minPlay
July 15, 2021Emva kokungathembeki kukamama kusebukhuni satshe kubabaUma ukungethembeki kuhlasele umshado, izibazi kosemshadweni zingathatha isikhathi ukulapheka. Namuhla sikhuluma ngokushiywa, nangokulahleka kokwethembana, la ohlelweni Ezomndeni sizozama ukubukisisa ukulapha umshado emva komunye engathembekanga....more5minPlay
July 14, 2021Ukubhekana nomamezala ohluphayoIsihloko sikamakoti nomamezala siyiva emishadweni eminingi. Ubudlelwano babo buvamisa ukuhhadlazela uma kungenamincele ecacile, sizokhuluma ngalo kanye loludaba lapha ohlelweni Ezomndeni....more4minPlay
July 13, 2021Ingane enenkinga yokuqamba amangaNgabe ingane yakho seyake yakuqambela amanga emehlweni libalele, kumbe inonge udaba ngamanga ukuze izuze inhliziyo yakho? Kubazali abaningi into sebeke babhekana nayo le.Umbuzo usekutheni kunini lakhona lelihaba kumele likukhathaze?...more4minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.