Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
August 11, 2021Okweshumi nokunikela ngesikhathi unezikweletuNgenxa yokubiza kokuphila ,lokho sekwenze izikweletu zayinjwayelo kwabaningi,ukuklinywa yizo sekwenze abazalwane abaningi babe bamanqika ngokweshumi nokunikela eMbusweni kaNkulunkulu.Siyaqonda imiphumela yokungazikhokhi izikweletu iyasinda ,nokho limi kuphi ngokunganikeli ebandleni?...more4minPlay
August 09, 2021Ucansi olunyamanye nocansi oluhlukumeza umqondo emshadweniUma inkonzo yasekamelweni isifakwe nezithombe zobunqunu nokunye okungcolisayo,kumele ulalele loluhlelo Ezomndeni la khona sizoyifakela izipopolo lenkonzo....more5minPlay
August 08, 2021Ukubuyisa ukuthembana emshadweniUkuthembana emshadweni kusemqoka ukuze buphumelele ubudlelwano benu.Uma kuke kwanezimo ezenze kwanqamuka ukuthembana ,kunzima kakhulu ukukubuyisa....more6minPlay
August 04, 2021Ubuzali obuqotho ngenkathi abomndeni nezihlobo benemibono ehlukileUma ungumzali uyaqonda ukuthi kakusiniswa amahleza ukuba ngumzali ,futhi uyabuqonda ubumqoka bokuqhakambisa ubuqotho emndenini .Indaba isekutheni wenze njani –ke uma uphila phakathi kwabantu abangenankambo bese bafune ukufaka lowomoya ezinganeni zakho?...more4minPlay
August 03, 2021UKukhulelwa emva kuka 40 weminyakaAbanye abashadikazi bayalinda ukuthola abantwana.Yebo baningi omama abathola abantwana beko 40 weminyaka.Namhlanje kweZomndeni sizobhekisisa omama abangakulindela ekuzithwaleni eminyakeni eko 40 ....more5minPlay
August 02, 2021Ukukhuthaza isikhathi sobumnandi namahlaya ekhayaKungenzeka sewuke wezwa bethi ukuhleka kuyikhambi elihle.Ungabe usasuka ohlelweni Ezomndeni uma kuwukuthi uthanda ukufunda ubumqoka bokuhleka ndawonye niwumndeni....more5minPlay
August 01, 2021Ukuqondisa ingane ehlale ibalekaUkuqondisa ingane esencane kuyijoka ,singasayiphathi ke eyokubaleka uma eke wezwa uzobhekana nemiphumela yesenzo sakhe ,sekumele ke manje uhubhane naye. La ohlelweni Ezomndeni sizoke sithi ukuyibukisisa lendaba....more4minPlay
July 29, 2021Ukuchama njalo ebusuku kwengane esikhulileKukhathaza umzali nengane ukuqhubeka ichama noma isidlulelwe yisikhathi sesigcozi.Mhlawumbe kungenzeka ukhathazekile ngomtanakho ongedlulwa wubusuku engawumanzisanga umbhede. Ohlelweni Ezomndeni, sithanda ukunithobisa ingqondo ngokuthi sibuke indlela izitho zomzimba ezisebenza ngayo....more5minPlay
July 28, 2021Umama oxinwa umsebenzi aswele isiskhathi nabantwanaNgakube ubutasa bempilo bukuncisha isikhathi nabantwana? Unokufisa nga ubudlelwano nabantabakho bujulile buqhakile? Ngokuphazima kweso sivese sibone ingane isiqede unyaka bese siyabuza isikhathi. Lokho ke kuyivusamqondo kithi singabazali ukuba sishintshe indlela esihlela ngayo isikhathi nezinto eziseqhulwini kithi....more4minPlay
July 28, 2021Unkosikazi ozizwa esephelelwe wuthando lomkhwenyana wakheKuyenzeka emva kweminyaka emshadweni kube noyedwa ozizwa selumbandela uthando aze afise kuhlukanwe manje. Ingozi ke leyo....more6minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.