Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
March 09, 2021Ubaba Ongaziphethe Kahle KuMalokazana Nakwabanye BesifazaneAmalungu emndeni yethu angaba nganzima ukuphila nawo kwesinye isikhathi.Kuloluhlelo Ezomndeni sizodingida ukuthi kwenziwa njani ngobabezala onokuziphatha okungekuhle kumalokazana wakwakhe.Nebala ungaphuthelwa yilenkulumo....more6minPlay
March 08, 2021Ubaba Owadivosa Ingane Ayimthandi UmamncaneKunezinga elikhulu lemizwa yenhliziyo izingane ezingena kuyona uma abazali bedivosa, futhi zenza izinto ezehlukene ngenhloso yokubhekana nalomuzwa ongaphakathi wokulimala nokulahlekelwa. Uma sekufka omusha esikhaleni somzali wazo, lokho kungeza enye ingxenye osekumele manje ingane ibhekane nayo. Ohlelweni Ezomndeni sizosiza esimweni lakhona ubaba odivosile edinga ukubhekana nesimo sesanciza esisha nezinkinga zalomgudu azifake kuwona. Sicela uhlale nathi....more6minPlay
March 07, 2021Izimo Zengcindezi YokukhathazekaUke uzithole ukhathazekile ngempilo? Ngakube unokwesaba ukuthi kuzokwenzakani kwikusasa,kumbe uke uzithole ungakwazi ukulawula umqondo wakho ongenakuzola?Uma okunye kwalokhu esengikuchazile uzithola ukokunye kwakho,nebala umelwe ukulalela loluhlelo Ezomndeni namhlanje lakhona sikhuluma ngogingqigongqo wemizwa yokukhathazeka nokuthi ingelapheka kanjani. Ungabe usanyakaza....more7minPlay
March 04, 2021Izeluleko Kuma-Teenager Noku Nokuxoxa OnlineUma kungukuthi ingane yakho ihlale ikuma-online chat rooms namanye ama-social media sites, ngakho hlala nathi uzwe kabanzi la ohlelweni Ezomndeni.Sizokhuluma ngokuthi ingakanani inkululeko efanelekile, nokuthi kunini lakhona kumelwe kube nokuxwaya ukuze ingane yakho ivikeleke ebungozini engabhekana nabo....more6minPlay
March 03, 2021Umphumela Namacahaphazelo Esahlukaniso EzinganeniKuhlale njalo kunokukhathazeka ngamachaphazelo esahlukaniso ezinganeni,kodwa abantu abaningi abazi lamanembe ahamba afike ekujuleni kangakanani empilweni yengane, kuze kube sebudaleni.Sizokhuluma kabanzi ngalokhu la ohlelweni Ezomndeni....more7minPlay
March 02, 2021Ukumisa Utakalani EkushayeniNgakube ubhekene nokuklwebhana kwezingane ekhaya? Ngakube kunengane ehlale njalo iqhoqhobele ezinye ngamandla? Lesisimo akusikho ukuthi asejwayelekile kodwa sihlale singengesilula ukusilawula.Ohlelweni Ezomndeni sizokhuluma ngokuziphatha okungamukelekile kotakalani....more6minPlay
March 01, 2021Amakhosikazi Aholayo Enkonzweni YekameroKumnyeni nonkosikazi: ikamero lisengaba yindawo yokudonsana. Kubukeka kunamasiko asenyonyobe angena ekucabangeni kwethu, kumbe asenqubuzane nenqubo yeBhayibheli ngokufanele mayelana ekugcineni inkonzo yekamero. Sizosiza unkosikazi namhlanje ohlelweni Ezomndeni ukuthi unenkululeko ephelele ukuba ngoqala inkonzo yekamero kumnyeni wakhe....more7minPlay
February 28, 2021Ukuhlolela Inzalo Ngesikhathi SomethembisoInhliziyo yomuntu iceba indlela, kepha uJehova uyaqondisa izinyathelo zakhe.[Izaga 16:9] Lesisaga asilona iqiniso na? Sisengaba nemicabango ukuthi sithanda ukuba impilo yethu ihambe kanjani,kodwa iNkosi yiyo ezoqondisa icebo lempilo yethu ....more6minPlay
February 25, 2021Obaba nomthelela abanawo kumadodakazi aboObaba badlala indima edingekile enqala emndenini.Banomthelela omkhulu ezinganeni zabo ,okugcina kuba ngumthelela esizweni sonkana. Njenge-ministry siya ngokuya sikhathazeka ngokushoda kobaba emndenini,nokuthi ukungabikho kobaba kuba nomthelela onjani esizweni sonkana.Sizokhuluma ngeqhaza elimqoka elidlalwa ngubaba kundodakazi wakhe....more6minPlay
February 24, 2021UMKhrestu onongabazane olujulile ngensindiso KwakheElinye lamaqhinga aqavile esitha ukwehlisa isithunzi iZwi likaNkulunkulu bese sidlale incithakalo emqondweni wethu, silethe ungabazane nokwesaba ndlelazonke esingakuletha ngazo. NjengaMaKhrestu sidinga ukulazi leliqhinga qede simelane nalo siqinile....more6minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.