Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
December 30, 2020Ukuqonda Ukuzisika Kwalaba asebancaneUkuzilimaza kwentsha kuyinkinga enkulu futhi kudinga ukubukwa serious kakhulu. Kungakhathalekile ukuthi uzisike kangakanani, kumele kube noxwayiso olunqala ngesizathu eziyimbangela....more5minPlay
December 29, 2020UBhekana Kanjani Nokuqhelelana Emshadweni IIOhlelweni lwethu ezomndeni olwedlule saqala inkulumo ngokuthi ubhekana kanjani nokuqhelelana emshadweni futhi sabuka ukuthi: ukuqinisekisa ukuthi yiyona ndlela efanele ngalesosikhathi,ukuba nohlelo nokuqinisekisa uyazazisa izingane ngokokuhambisana neminyaka yazo. Sifuna namhlanje ukukhuluma ngokuthi uzinakekela kanjani izingane ngokwemizwa yenhliziyo yazo esikhathini sokuqhelelana kanjalo nokuthi zinyathelo zini okumele uzithathe nisaqhelelene....more5minPlay
December 29, 2020UBhekana kanjani nokuqhelelana emshadweni IBaningi abashadile abaxakekile ebudlelwaneni babo, okugcina kubiza ukuthi ukuqhelelana noma isehlukaniso sibe yisiphetho, ukuqeda iminjunju. La ohlelweni ezomndeni sizokhuluma ngesihloko esinzima sokuthi kubhekwana kanjani nokuqhelelana emshadweni, lesihloko simahlandla mabili....more5minPlay
December 27, 2020Ukuhuhwa ngubulili-bunye kunye nobuqobo bengasese IIOhlelweni lwethu ezomndeni oluphambilini besithula isihloko sokuhuhwa ngubulili-bunye futhi sisiza umlaleli wethu ukuba aqonde ukuthi imizwa ayiqondile ukuveza ubuqobo bomuntu nokuthi nabo ubuqobo siqu ngokwamagama ananyekwa kubo ngabantu akumele amiswe kalula nje emphakathini jikelele....more7minPlay
December 24, 2020Ukuhuhwa ngubulili-bunye kunye nobuqobo bengasese IMiningi imicabango, imizwa nemibuzo ejikeleza emcabangweni womuntu uma ezithola ehuhwa ngubulili bunye. Abantu masisha bagxumela ekukubizeni ngamagama, kodwa empeleni lithini iqiniso nesiqu salendaba....more6minPlay
December 23, 2020Ukuhlola Izifo Zocansi Kongathembekile EmshadweniImithelela yomakhwapheni namashende ishiya kumanhlembethwane. Imiphumela yezenzo ezinjalo insonsotha kude le, bese kuthi lo olinyaziwe emshadweni unezizathu ezanele ukuba manqika ukuya phambili ngalomshado....more6minPlay
December 22, 2020Ukuzilungiselela Ikhaya EligengqezayoUthi bewazi ukuthi kulabo abaneminyaka eko 65 nengaphezulu, izehlukaniso kubo zenyukile kusuka ngo-1990, izizathu zencike kakhulu ekugungquzeni ngabodwa emakhaya. Abazali ngaphakathi ezinhlizyweni bakhetha ukuba ndawonye kuze kube izingane ziyozisebenzela emva kwalokho bese beqala babone ukuthi umshado wabo usengxakini bagcine bephuma kuwo....more6minPlay
December 22, 2020-DELETED- Ukuzilungiselela Ikhaya EligengqezayoUthi bewazi ukuthi kulabo abaneminyaka eko-65 nengaphezulu,izehlukaniso kubo zenyukile kusuka ngo-1990, izizathu zencike kakhulu ekugungquzeni ngabodwa emakhaya. Abazali ngaphakathi ezinhlizyweni bakhetha ukuba ndawonye kuze kube izingane ziyozisebenzela emva kwalokho bese beqala babone ukuthi umshado wabo usengxakini bagcine bephuma kuwo....more2minPlay
December 21, 2020Abazali abakhathazekile ngentombazane ekhonze imidlalo yabafanaKuloluhlelo Ezomndeni namhlanje sizonqumunga isihloko esixukuzana ingqondo, nkashana sisa siza umndeni uqonde kangcono isimo sokuthanda izinto zabafana kwentombazana nokudlala sabulili obuhlukile....more6minPlay
December 20, 2020Umkhwenyana olulama okikanetelweni lwe-Porn, akasemashushu ngenkonzoImishado eminingi, ikhinyabezwe lukinatelo lwezithombe zobunqunu[porn] futhi eminingi yayo iphetha kwizahlukaniso. Izizathu zalokhu ukuthi kumanhlembethwane ukulapheka futhi bese lo oganene naye aphelelwe lithemba lokubuyiseka kobudlelwane ngendlela....more5minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.