Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
December 03, 2020Amahlaya Anobuhle EmndeniniKunokwenzeka sewuke uzwe ukuthi : ukuhleka kulikhambi elihle enhlizyweni ,futhi kunokwenzeka sewezwa ngisho abezempilo beqinisa lokho .Sekushokekile lokho ,ukufaka amahlaya amahle kuhamba ibanga elide ekusigcineni sijabule siphilile....more5minPlay
December 02, 2020Izithwele intombi, ukushada njengesisombululoUkushelelela ekukhuleliswaneni kungayingozi othandweni olungenazinqumo. Kusuke sekuyisimo esiphuthumayo esidinga ukunakwa ngokushesha. Ngakube ukujombela emshadweni ngokushesha kuyisisombululo?...more5minPlay
December 01, 2020Ukumbula ukuphinga kunkosikazi wendoda ebingazi ngomnyeni wayoKuno kukhungatheka okuningi nokukhathazeka okwenzeka emva kokuthola bekunomakhwapheni emshadweni .Uma i –couple seyikhethe ukuxolelana bese ihlabela phambili nempilo ,lokho kungayinto enzima ,ikakhulukazi uma isenzo senzeke nomuntu osebandleni....more5minPlay
November 30, 2020Ubuzali enganeni esikhulile kube kukhona ezisencaneUma ingane yakho ike yakhula yashiya ikhaya,ubudlelwano bakho nayo buyaguquka ,awube usaba ngumzali njengobekwejwayelekile .Manje kumele kube kanjani enganeni ekhetha ukubuya ikhaya ,esindala?...more4minPlay
November 29, 2020Ukubhekana nesibhocobhoco sokungasebenziUma kukhona into ecoba umoya womuntu-wukungasebenzi nomuzwa wokwazi ukuthi kawukwazi ukondla umndeni wakho. Nkashana indoda ilahlekelwa ngumsebenzi izizwa iphelelwe yisidima sayo....more6minPlay
November 26, 2020Amacebo okwakha ubudlelwano nobaba nondodana owafika nomamaImindeni exubile kubiza kubhunkulwe kuyo uma sekuziwa ebudlelwaneni nasekuqondisweni kwezingane ezizalwa ngomunye umzali....more5minPlay
November 25, 2020Ngisehluleka ukulala nowakwami mbhedemunye emva kokuthi wayengathembekangaUdosi lokungethembeki kakusiyo into yokuthathwa kalula. Iminjunju inkenketha kude! ngakho idinga uhlobo olukhethekile lokwelashwa lwezikamoya. Kungaba ubuwula ukuvuma ukuthi namuphi na umuntu oshadile owehlelwe yilokhu uzovese adlule kalula....more5minPlay
November 24, 2020Izimpawu Zokukinatelwa Ngama-video Nama-computer GameImvamisa umkinatelwa umanqika ekuvumeni inkinga yakhe, futhi uze abe namagamana uma ezwa igama ‘umkinatelwa’. Manje ungacabanga ukuthi ngikhuluma ngomkinatelwa zidakamizwa kumbe uphuzo, kodwa namhlanje ngikhuluma ngokinatelo olubamba abantu bengazelele, lolo ngolwe midlalo ye-computer nama-cellphone....more5minPlay
November 23, 2020Ingane Ekhetha UkudlaUke uzizwe usho lamagama: “Awukwazi nje ukuyodlala ungadlile, yidla kuqala bese uyodlala” kumbe: “kungani uvese wakhetha inyama yodwa okunye wakushiya?” kumbe uthi “ake ukhohlwe ama-chips kancane” .Nebala amagama lawo owaziyo njengomzali ikakhulukazi uma kungukuthi ingane yakho iyakukhetha ukudla. Singagcina siphatheka kabi njengabazali uma izingane zethu zinganasikhathi sokudla, kokunye sigcine singqubuzana nesishade nabo ngokuhlukana kwemibono....more5minPlay
November 22, 2020Usizo koGogo Abakhulisa AbazukuluEzweni lakithi kunemindeni eminingi ehluthulwe ngubudlelwane obungebuhle, ukufa kwabazali bobabili kumbe abazali bobabili abakaze balokothe zisasuka ukuba babengumndeni. Inqwaba yezingane ikhuliswa ngogogo nomkhulu ngenxa yalezi zimo ezingezinhle neze nakuba khona kuba yisibusiso ukuthi izingane zigcineka kumalungu omndeni, nakanjani kuzoba nezinselelo ezingomndeni ongesiwo ubaba nomama....more5minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.