Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
January 23, 2020Isikole esiyi-bording ezinganeni zezisebenzi zeNkosiUthini umbono wenu nge bording school ezinganeni? Ngiye ngibone sengathi iyalimaza ngokwemindeni. Kodwa nje nje mina nomnyeni wami sisanda kuthola ubizo lokuyosebenzela iNkosi phesheya kwezilwandle ,okubukeka kuyilona luhlelo kuphela oluphambi kwethu yilo lolu.Anginasiqiniseko lokhu kuhle yini ezinganeni nasemndenini wethu,kodwa futhi asifuni futhi ukudela ubizo lwethu lokuhambisa ivangeli.Lukhona ululeko la?...more6minPlay
January 22, 2020Izingane ezingabazayo ngoNkulunkuluSingayisiza kanjani ingane yethu encane esangqubuzana nokholo lwayo? Emkhulekweni wakusihlwa izolo undodana wami omncane uvume ngezinyembezi unenkinga ekukholweni nguNkulunkulu .Lesisimo ngisixoxe kanjani naye?...more6minPlay
January 21, 2020Ukubhekana nokugeleza kwemiqhafazo yezocansi entsheniLokhona utho mina nomnyeni wami esingalwenza ukwehlisa ukukhungatheka nge -teenager yethu ebhekane nakho ngenxa yokuzigaxa kwayo kwi –sexting? Impilo yakhe neyomndeni wethu yaphenduka yabheka phansi ngamhla kuqhumbuka izithombe zayo inqunu zijikeleziswa esikoleni sayo electronically.Njengokuba nawe ungazicabangela ubuhlungu benhliziyo busankentenketha kakhulu. Ngaphezu kwalokho isibhekene necala lobugebengu . Lukhona usizo eninalo ngathi?...more6minPlay
January 21, 2020Ukuqhumbuza ezomshado kwi-social mediaKukhona okuyiphutha uma ngixoxa nabangani bami ku facebook uma ngifuna ukuthimula umkhuhlane ohlasele umshado wami? Kwesinye isikhathi ngiye ngikhungatheke ,ngiphatheke kabi ngowakwami ,bese kuthi kulezokhathi ngizizwe sengathi ngingakhuluma nomuntu onomuzwa ngami nozoqonda . Nicabanga ngakube yindlela enempilo le ukubhekana nalemizwa yenhliziyo?...more6minPlay
January 19, 2020Ukuqonda i-sexting yentshaNjengomzali we-teen ngakube I –sexting yinto okumele ngikhathazeke ngayo ? Sengizwe kaningi ngalokhu ezindabeni, kodwa angikaze ngicabange ukuthi ingane yami ingaqoleka yilesilingo.Asikaze sikhulume ngakho ngoba angisheshi kweze technology,futhi angazi ngqo kubandakanyi ini.Ngale kokuthi ,uyingane enhle.Nicabanga ngimelwe ukusimungunya lesihloko naye?...more6minPlay
January 16, 2020Izimpawu zenhlese embi emshadweni nge-social mediaNgingabona kanjani uma kungukuthi ukuzibandakanya kwami kwi social media ,facebook,twitter nokunye .- kuyincuphe emshadweni wami ? Angikacabangi yisona simo njengamanje,kodwa angifuni futhi ukuqhamuka sengithuswa yi -surprise. Ninawo amazwi enhlakanipho eningangipha wona?...more5minPlay
January 14, 2020Ukuvuselela umshado wenu senizihlalele nodwaManje njengokuba izingane zethu sezihambile yini esingayenza ukuvuselela ubudlelwane bethu?...more5minPlay
January 13, 2020Owesifazane wayengenziwa kanjani ngomfanekiso kaNkulunkulu oziveza engowesilisaKungaba kanjani kwabesilisa nabesifazane benziwe ngomfanekiso kaNkulunkulu libe iBhayibheli limbeka ngokobulili besilisa?...more6minPlay
January 12, 2020Ukuvangela isizukulwane se-technologyYiyiphi indlela engcono kakhulu yokuhambisa ivangeli esizukulwaneni sesimanje?...more7minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.