Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
January 09, 2020Ungavikela kanjani ukunga spoil ingane yakhoSingenza kanjani ukuthi mina nomnyeni wami singayitotosi kweqe intombazanyana yethu enhle sadoli?...more6minPlay
January 08, 2020Osekuthombeni ucabanga ukuthi abamhloniphi abazali bakheKumele i-adoloscent iphendule kanjani uma abazali bayo behlale becabanga ukuthi kukhona ebaleka nakho? Sengenele abazali bami ! Angiyona ingane embi ,kodwa abanginiki indawo yami sanhlobo.Angikwazi ukwenza utho kumbe ngiye endaweni ethile ngaphandle kokuphekisiswa ngemibuzo.Ngingawamela kanjani amalungelo ami nenkululeko yami ngaphandle kokuba ngiphume ekhaya?...more6minPlay
January 07, 2020Ukwenza izikhathi zokudla zomndeni ezithokozelekayoNjengowesilisa nicabanga ukuthi kuchaza ukuthi ngiyinkonkoni ngoba nakhu njalo ngiye ngixolele imvamisa futhi ngithokozele izinto zabesifazane ? Yilokhu ngaba njena ngisengumfana omncane ,anginaso isiqiniseko ngithini ngalokhu....more5minPlay
January 06, 2020Ukukhonza izinto zabesifazane kunye nokuzazi ukuba ngowesilisaNjengowesilisa nicabanga ukuthi kuchaza ukuthi ngiyinkonkoni ngoba nakhu njalo ngiye ngixolele imvamisa futhi ngithokozele izinto zabesifazane ? Yilokhu ngaba njena ngisengumfana omncane ,anginaso isiqiniseko ngithini ngalokhu....more6minPlay
January 05, 2020Ukukhulisa ukuzethemba ezinganeniYiziphi ezinye izinto engingazenza ukudala ukuzethemba ezinganeni zami ? Angifuni zikhule zicabanga ukuthi umhlaba umi ngazo ,kodwa futhi ngifuna ukuzifaka umqondo wokuzihlonipha kunye nezinkambiso zabo ezinhle njengabantu.Ngingakwenza kanjani lokho?...more6minPlay
January 02, 2020Ubuzali ngokubambisana nokungabambisaneki naye owake waganana nayeNgibhekana kanjani ngokunqubuzana komqondo ngendlela akhulisa ngayo engangimganile? Isinqumo sesahlukaniso sethu ,sasithi siyoba neqhaza elilinganayo ebuzalini.Lokho kwakuzwakala kahle ephepheni kodwa ekwenzekeni kuyinhlekelele.Ngingumuntu okholelwa ebuqothweni nasekuqondiseni.Kodwa ngeshwa konke lokho kuyashabala uma nje izingane zami zike zaya kuyena,ongenandaba ngemithetho nezinqubo.Ngenze njani?...more6minPlay
January 01, 2020Ingane okubukeka ilala kweqeNgakube ngikhathazeke ngengane yami eno 6 weminyaka elala kakhulu ?Ayifuni ukuvuka ekuseni ,phezu kokuba ilala early bese ilale ubusuku bonke? Kuyinto ejwayelekile lokhu ? Kukhona enikuphakamisayo?...more6minPlay
December 31, 2019Ingane kumbe i-teenager iphazanyiswa zithombe zobunqunuNgakube ngisengabuyela yini endlini kababa ,emva kokuba ngibone izithombe zabesifazane abanqunu kuma-magzine ongcolile awukhohlwe uvulekile e-seating room ? Lokhu kungiphathe kabi kakhulu.Abazali bami sebahlukanisa kodwa nginobudlelwane obunamathele kakhulu kubaba ,cishe wonke ama-weekend ngiwasebenzisa ngikuyena ,angisacabangi ukubuyela khona manje. Ngibhekane kanjani nalesisimo...more5minPlay
December 29, 2019Ingane Esekuthomeni Enamahloni NobunyubeNgenze njani uma ngisabela ukuthi sengathi undodana wami uzibeka eceleni kwabanye kweqe?Kade esesemncane sasithi yisigaba nje ,nokuthi uma esekhula uzosondela kontangayakhe.Kuze kube yimanje lokho akuzange kwenzeke.Akabukeki efuna ukuxhumana noma yimuphi umngani osemnyakeni yakhe ngisho nabantu abadala uqhelile kubona .Isikhathi esiningi uyedwa ,azihlalele ne TV kumbe ama video game .Yini le esibhekene nayo ,futhi siqondane kanjani nayo?...more6minPlay
December 26, 2019Ukugcina Ubudlelwano Nezingane Emva Kwe-DivosiNjengokuba sengidivosiwe ngingahlala kanjani ngixhumene nezingane zami ?Okunye kwezinto ezibuhlungu ukuthi ngikalelwe isikhathi sokuba nazo .Ngokomthetho ngivunyelwe izinsuku ezimbalwa ukuba nezingane zami.Ngingathanda ukuba nesikhathi esithe xaxa nazo kodwa lo owayengunkosikazi wami u-strict kakhulu ngesikhathi engiba nazo ngaso aze atolike umthetho ngendlela yakhe.Ezimweni ezinjena ngingenza kanjani ukuthi ngiqhubeke ngibe nomthelela onobuNkulunkulu empilweni yezingane zami?...more6minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.