Izwi eliFresh

Izwi eliFresh

By Christianityworks NPCReligion & SpiritualityChristianity
Download on the App Store

Izwi eliFresh episodes

  • Enyathela Kancane Ngesikhathi Ehamba

    Amahubo  37:1-4 - Ungazikhathazi ngababi,ungabi namhawu ngabenza  okungalunguile.Ngokuba bayakusikwa masinyane njengotshani babune njengemithana eluhlaza .

    Themba kuJehova wenze okulungileyo ,hlala ezweni uzondle ngokukholeka ;zithokozise ngoJehova yikhona ezokunika  okufiswa yinhliziyo yakho . 

    Send us a text

    3 min
  • Izindaba Ezinhle Ezithokozisayo

    KwabaseRoma  8:3,4 Ngokuba lokho okwehlula umthetho, ngokuba ungenamandla ngenxa yenyama, wakwenza uNkulunkulu ngokuthuma iNdodana yakhe ifana nenyama yesono, nangenxa yesono walahla isono enyameni, ukuze umyalo womthetho ugcwaliseke kithina esingahambi ngokwenyama kepha ngokukaMoya. 

    Send us a text

    3 min
  • Uthando Alulahlekile

    NgokukaMathewu  27:27-31 - Khona amabutho ombusi ayesemthatha uJesu, amngenisa enqabeni, aqoqela kuye ibutho lonke.  

    Amhlubula, amembathisa ingubo ebomvu,  aluka umqhele wameva, awufaka ekhanda lakhe, nomhlanga esandleni sakhe sokunene, aguqa ngamadolo phambi kwakhe, ambhinqa athi: “Bayede, nkosi yabaJuda!” Amkhafulela ngamathe, athatha umhlanga, amshaya ekhanda lakhe. 

    Esembhinqile amhlubula ingubo, amembathisa izingubo zakhe, amuka naye ukuyombethela esiphambanweni. 

    Send us a text

    4 min
  • Lakhona Ukuphepha Kukuncane

    1 KwabaseKhorinte 15:30-32 - Futhi sizifakelani thina engozini imizuzu yonke na? Bazalwane, ngiyaqinisa ngokubongwa enginakho ngenxa yenu kuKristu Jesu iNkosi yethu, ngiyafa mihla yonke. Uma ngalwa nezilo e-Efesu ngokwabantu, nginanzuzoni? Uma abafileyo bengavuki, masidle, siphuze, ngokuba ngomuso sizakufa. 

    Send us a text

    3 min
  • Ungakhubeki

    KwabaseGalathiya  6:2,3 - Thwalisanani imithwalo yenu, nigcwalise kanjalo umthetho kaKristu. Ngokuba uma umuntu ezishaya utho, engelutho, uyazikhohlisa. 

    Send us a text

    4 min
  • INgcazo Kanye Yobuzenzisi

    1 EkaJohane  4:19-21  - Thina siyathanda, ngokuba yena wasithanda kuqala.  Uma

    umuntu esho ukuthi: “Ngiyamthanda uNkulunkulu,” kepha ezonda umzalwane wakhe,

    ungumqambimanga; ngokuba ongathandi umzalwane wakhe ambonileyo angemthande uNkulunkulu angambonanga. 

    Send us a text

    3 min
  • Yintoni Ngqo UNkulunkulu Ayifuna Kuwe

    Amose 5:21-24 - ”Ngiyayizonda ngiyayidelela imikhosi yenu,angenameli imihlangano yenu. Noma ninikela kimi ngeminikelo yenu yokushiswa  kanye neminikelo yenu yempuphu angiyenameli futhi angibheki iminikelo yenu  futhi angibheki iminikelo yenu yokubonga yamathole akhuluphalisiweyo. Susa kimi imisindo yezihlabelelo zakho, angiyikuzwa imvunge yezigubhu zakho. Kepha ukwahlulela makugobhoze njengamanzi, nokulunga njengomfula onganqamukiyo. 

    Send us a text

    4 min
  • Nala Usumdala Khona …

    Amahubo  92:12-15 - Olungileyo uyakhula njengesundu ,uyahluma njengomsedari eLebhanoni. Batshaliwe endlini kaJehova ,bamila emagcekeni kaNkulunkulu wethu. Nasebudaleni bayakuthela izithelo ,bahlume  babe luhlaza, ukuze bashumayele ukuthi uJehova ulungile; uyidwala lami okungekho kuye ukungalungi. 

    Send us a text

    4 min
  • Okusemqoka Ukukukhumbula

    Amahubo  16:7,8 - Ngiyakumbonga uJehova ongilulekayo;nasebusuku izinso zami ziyangiyala .Ngimbeke njalo uJehova phambi kwami ,ngokuba ungakwesokunene sami angiyikuzanyazanyiswa. 

    Send us a text

    4 min
  • Ngokunganakiwe

    KuThithu  1:8 - Kepha ophatha kahle izihambi, othanda okuhle, oqondileyo, olungileyo, ongcwele, ozithibayo. 

    Send us a text

    4 min

About Izwi eliFresh

From the publisher's feed

Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?

Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…