
Sign up to save your podcasts
Or


KwabaseFesu 2:8-9 - Ngokuba ngomusa nisindisiwe ngokukholwa; nalokhu akuveli kini,kuyisipho sikaNkulunkulu; akuveli ngemisebenzi, ukuze kungabikho ozibongayo.
Send us a text
KwabaseRoma 12:2 - Ningalingisi lelizwe kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa ibe ntsha ingqondo yenu, ukuze nibe nokuhlosisa okuyintando kaNkulunkulu, okuhle nokuthandekayo nokupheleleyo.
Send us a text
Izaga 9:10 - Ukuqala kokuhlakanipha kungukumesaba uJehova, nokumazi oNgcwele kungukuqonda.
Send us a text
Joshuwa 1:10,11 - UJoshuwa wayeseyala izinduna zabantu ethi: “Dabulani phakathi kwekamu niyale abantu nithi: “Zilungiseleni umphako ngokuba emva kwezinsuku ezintathu niyakuwela leli Jordani, ningene ukuba nilidle izwe uJehova uNkulunkulu wenu anininika lona ukuba nilizuze.
Send us a text
Joshuwa 1:9 - Angikuyalile na? Qina ume isibindi, ungesabi, ungabi naluvalo ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho unawe nomaphi lapho uya khona .
Send us a text
KwabaseFesu 3:20,21 - Kepha Yena onamandla okwenza okukhulu kakhulu kunakho konke esikucelayo nesikuqondayo ngokwamandla asebenza kithi. Makube kuYe udumo ebandleni nakuKhrestu Jesu ezizukulwaneni zonke zaphakade naphakade amen.
Send us a text
Isaya 48:17,18 - Usho kanje uJehova uMhlengi wakho oNgcwele ka-Israel uthi : “NginguJehova uNkulunkulu wakho okufundisile okukusizayo .okuholile ngendlela omelwe ukuhamba ngayo.Sengathi ulalele imiyalo yami !
Khona ukuthula kwakho kwakuyakuba njengomfula ,nokulunga kwakho njengamaza olwandle .”
Send us a text
KwabaseFiliphi 2:10,11 - Ukuze kuthi ngegama likaJesu amadolo onke aguqe, awabasezulwini, nawabasemhlabeni, nawabangaphansi komhlaba, nezilimi zonke zivume ngokuthi UJESU KRISTU UYINKOSI, kube yinkazimulo kuNkulunkulu uYise.
Send us a text
Ihubo 96:1-4 - Hlabelelani kuJehova iHubo elisha ,nihlabelele kuJehova mhlaba wonke. Hlabelelani kuJehova nibonge igama laKhe ,nimemeze insindiso yakhe imihla ngemihla. Landani inkazimulo yakhe phakathi kwabezizwe, izimangaliso zakhe phakathi kwabantu bonke.
Ngokuba mkhulu uJehova udumisekile kakhulu; uyesabeka phezu kwabo bonke onkulunkulu .
Send us a text
Ihubo 37:5-9 - Nikela indlela yakho esandleni sikaJehova umethembe ,yena uzakukwenza .Uzakuhlaukisa ukulunga kwakho njengokukhanya nokufanele wena njengemini .
Thula phambi kukaJehova ulindle Yena ;ungakhathazeki ngonenhlanhla endleleni yakhe, ngomuntu osongoza amacebo amabi. Pheza ukuthukuthela ,yeka ulaka ungakhathazeki; kubanga ukona nje. Ngokuba ababi bazakuchithwa ,kepha abalindela uJehova bazakudla ifa lomhlaba .
Send us a text
From the publisher's feed
Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?
Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…