
Sign up to save your podcasts
Or


Ihubo 86:11 - Ngifundise Jehova indlela yakho ,ngiyakuhamba eqinisweni lakho; yenza inhliziyo yami iqonde ntonye ,yesabe igama lakho.
Send us a text
NgokukaMathewu 16 :24-26 - Khona uJesu wathi kubafundi bakhe: “Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele. Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho; kepha olahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami uyakukufumana. Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, onakalelwe ukuphila kwakhe, na? Yingabe uyakukhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?
Send us a text
Ihubo 23:4 - Noma ngihamba esigodini sethunzi lokufa angesabi okubi ,ngokuba wena unami ,intonga yakho nodondolo lwakho ziyangiduduza.
Send us a text
Ihubo 18:2 - Jehova uyidwala lami nenqaba yami ,nomkhululi wami ;uNkulunkulu wami uyidwala lami engiphephela kulo ,nesihlangu sami ,nophondo lokusindiswa kwami ,inqaba yami ephakemeyo.
Send us a text
NgokukaJohane 3:20,21 - Ngokuba yilowo nalowo owenza okubi uzonda ukukhanya, akezi ekukhanyeni ukuba imisebenzi yakhe ingasolwa. Kepha owenza iqiniso uyeza ekukhanyeni, ukuze imisebenzi yakhe ibonakaliswe ukuthi yenziwe kuNkulunkulu.”
Send us a text
IHubo 27:13,14 - Yeka uma bengingangathembanga ukubona okuhle kukaJehova ezweni labaphilayo ! Lindela uJehova uqine ,inhliziyo yakho ime isibindi ;yebo lindela uJehova.
Send us a text
NgokukaLukha 18:6,7 - Yayisithi iNkosi: “Yizwani okushiwo ngumahluleli ongalungile. UNkulunkulu kayikubezwela yini abakhethiweyo bakhe abakhala kuye imini nobusuku, ababekezelele, na?
Send us a text
1 Izikronike 16:11,12 - Funani uJehova namandla akhe. Nifunisise ubuso bakhe njalo.Khumbulani izimangaliso zakhe azenzileyo, nezibonakaliso zakhe, nezahlulelo zomlomo wakhe.
Send us a text
IHubo 9:10 - UJehova uyinqaba yocindezelweyo,uyinqaba ezikhathini zokuhlupheka. Nabalaziyo igama lakho bayakwethemba wena; ngokuba wena Jehova awubashiyi abakufunayo.
Send us a text
Ezra 10:4,5 - Vuka,ngokuba iphezu kwakho lendaba; thina sinawe, yiba nesibindi ukwenze. Wayesevuka u-Ezra wafungisa izikhulu zabaphristi namaLevi, naye wonke u-Israel ukuba benze ngokwalelizwi. Bafunga-ke.
Send us a text
From the publisher's feed
Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?
Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…