Izwi eliFresh

Izwi eliFresh

By Christianityworks NPCReligion & SpiritualityChristianity
Download on the App Store

Izwi eliFresh episodes

  • Yima Ukuphikisana

    1 KwabaseKhorinte  1:10-13 - Kepha ngiyanincenga, bazalwane, ngegama leNkosi yethu uJesu Kristu ukuba nikhulume zwilinye nonke, kungabikho ukwahlukana phakathi kwenu, kodwa nipheleliswe emqondweni munye nasekuboneni kunye.

    Ngokuba ngitsheliwe ngani bazalwane bami ngabendlu kaKlowe ukuthi kukhona ukuphikisana phakathi kwenu. 

    Ngisho lokhu ukuthi yilowo nalowo kini uthi: “Mina ngingokaPawulu”; “Mina ngingoka- Apholo”; “Mina ngingokaKhefase”; “Mina ngingokaKristu”.  UKristu wahlukanisiwe yini? UPawulu wabethelwa esiphambanweni ngenxa yenu na? Nabhapathizwa egameni likaPawulu na?

    Send us a text

    3 min
  • Uphiwe Okuningi Kakhulu

    1 KwabaseKhorinte  1:7 - Ukuze ningasilalelwa nasinye isiphiwo somusa, nisahlalele ukwambulwa kweNkosi yethu uJesu Kristu. 

    Send us a text

    3 min
  • Ubusisiwe

    1 KwabaseKhorinte  1:4-6 - Ngibonga uNkulunkulu wami ngesikhathi sonke ngani ngenxa yomusa kaNkulunkulu eniwuphiweyo kuKristu Jesu ukuthi ezintweni zonke nicetshisiwe kuye, ekukhulumeni konke nasekwazini konke, njengalokho ubufakazi ngoKristu baqiniswa kini.

    Send us a text

    3 min
  • Ukhethiwe

    1 KwabaseKhorinte  1:2  - Kulo ibandla likaNkulunkulu eliseKorinte, kubo abangcwelisiwe kuKristu Jesu, ababiziweyo abangcwele, kanye nabo bonke abakhuleka egameni leNkosi yethu uJesu Kristu ezindaweni zonke, eyabo neyethu 

    Send us a text

    4 min
  • Ukuba Yinceku Evumayo

    2 KwabaseKhorinte 3:6 - Oyena futhi osenzela amandla okuba yizikhonzi zesivumelwano esisha, singesiso esegama kodwa esikaMoya; ngokuba igama liyabulala, kodwa uMoya uyaphilisa. 

    Send us a text

    4 min
  • UJesu Wayesebaxoxela Enye Indaba

    NgokukaMathewu  13:33 - Wabatshela omunye umfanekiso wathi: “Umbuso wezulu ufana nemvubelo ayithatha owesifazane, wayifaka ezilinganisweni ezintathu zempuphu, kwaze kwabila konke.” 

    Send us a text

    4 min
  • UMbuso KaNkulunkulu Ufana…

    NgokukaMathewu  13:31,32 - Omunye umfanekiso wawubeka kubo, wathi: “Umbuso wezulu ufana nenhlamvu yesinaphi ayithatha umuntu, wayihlwanyela ensimini yakhe;  yona kambe incinyane kunazo zonke izimbewu, kepha uma isikhulile, inkulu kunezilimo, iba ngumuthi, kuze kufike izinyoni zezulu, zakhele emagatsheni awo.” 

    Send us a text

    4 min
  • Ithemba Lakho Lenkazimulo

    KwabaseKolose  1:27 - Okubona uNkulunkulu athanda ukubazisa ukuthi iyini ingcebo yenkazimulo yaleyo mfihlakalo phakathi kwabezizwe, enguKristu phakathi kwenu, ithemba lenkazimulo 

    Send us a text

    4 min

About Izwi eliFresh

From the publisher's feed

Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?

Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…