Izwi eliFresh

Izwi eliFresh

By Christianityworks NPCReligion & SpiritualityChristianity
Download on the App Store

Izwi eliFresh episodes

  • Indlela Yokubona Amanga

    NgokukaJohane  8:31,44 Khona uJesu wathi kubaJuda abase bekholiwe nguye: “Uma nimi ezwini lami, ningabafundi bami isibili; Nina ningabakayihlo uSathane, nithanda ukwenza izinkanuko zikayihlo. Yena wayengumbulali wabantu kwasekuqaleni, akemi eqinisweni, ngokuba iqiniso lingekho kuye. Nxa ekhuluma amanga,ukhuluma okungokwakhe, lokhu engumqambimanga noyise wawo. 

    Send us a text

    3 min
  • Yini UNkulunkulu Angeke Ayibusise

    Isaya  59:1,2 - Bheka isandla sikaJehova asifinyeziwe ukuba singasindisi, nendlebe yakhe ayinzima ukuba ingezwa. Kepha ububi benu bunahlukanisile noNkulunkulu  nezono zenu zibusithile ubuso baKhe kini ukuba angezwa.

    Send us a text

    4 min
  • Kungani Sikhathazeka Ngobungcwele ?

    1 EkaPhethru 1:14-16 - Njengabantwana abalalelayo ningalingisi izinkanuko zakuqala ekungazini kwenu,  kodwa njengowanibizayo engcwele, manibe ngcwele nani ekuhambeni konke,  ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Manibe ngcwele, ngokuba mina ngingcwele.”

    Send us a text

    3 min
  • Ngabe Liyinganekwane IBhayibheli ?

    Isaiah 55:10,11 - Ngokuba njengokwehla kwemvula neqhwa ezulwini.kungabuyeli khona kepha kuwunethisa umhlaba, kuwenze ukuba uthele uhlume, unike ohlwanyelayo inhlwanyelo nodlayo isinkwa ,liyakuba njalo izwi lami eliphuma emlonyeni wami:aliyikubuyela ze kimi, lingakafezi lokhu engikufunayo ,liphumelele kulokhu engilithumele kukho.

    Send us a text

    4 min
  • Amandla Akho Avela ENkosini

    Ihubo  62:10,11 - Maningakwethembi ukuqhwaga ,ningazigabisi ngokuphangiweyo ;uma imfuyo yanda ningayibeki inhliziyo kuyo. UNkulunkulu ukhulumile kanye ngikuzwile kabili ukuthi amandla angakaNkulunkulu.

    Send us a text

    3 min
  • Ungaigeki

    Izaga  29:25 - Ukwesaba abantu kubeka ugibe ,kepha owethemba uJehova uyalondeka.

    Send us a text

    3 min
  • Mangase Kwenzeke Kunongabazane

    Isililo  3:22-24 - Ngumusa kaJehova ukuthi asiqediwe ,ngokuba ububele bakhe abupheli. Busha ekuseni njalo ;ukuthembeka kwakho kukhulu. UJehova uyisabelo sami ,usho umphefumulo wami ;ngakho ngiyakwethemba kuye.

    Send us a text

    4 min
  • Ubuwula Besiphambano

    1 KwabaseKhorinte 1:18,19 - Ngokuba izwi lesiphambano kwababhubhayo lingubuwula, kepha kithina esisindiswayo lingamandla kaNkulunkulu. Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ngiyakuchitha ukuhlakanipha kwabahlakaniphileyo, nokuqonda kwabaqondileyo ngikwenze ize.”  Siphi isazi na? Uphi umbhali na?

    Uphi umphikisi walesi sikhathi na? UNkulunkulu kakwenzanga kube yize ukuhlakanipha kwaleli zwe na?

    Send us a text

    4 min

About Izwi eliFresh

From the publisher's feed

Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?

Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…