Izwi eliFresh

Izwi eliFresh

By Christianityworks NPCReligion & SpiritualityChristianity
Download on the App Store

Izwi eliFresh episodes

  • Uma Kufa I- Billionaire

    EkaJakobe  1:9-11 - Umzalwane ophansi makazincome ngokuphakama kwakhe, kepha oyisicebi makazincome ngobuphansi bakhe, ngokuba njengembali yotshani uyakudlula.  Ngokuba ilanga liphuma libalele, libunisa utshani, imbali yabo iwele phansi, nobuhle besimo sabo bunyamalale; kanjalo nesicebi siyakudlula ezindleleni zaso 

    Send us a text

    3 min
  • Ngakube Ulalele Kwakhona UNkulunkulu ?

    EkaJakobe  1:5-8 - Uma-ke kukhona kini oswela ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu obapha bonke ngobuhle engajakadi, khona uyakuphiwa.  Kepha makacele ngokukholwa engangabazi ngalutho; ngokuba ongabazayo unjengedlambi lolwandle eliqhutshwa, ligujiswa ngumoya. 

    Send us a text

    3 min
  • Usawoti Odumele

    NgokukaMarkhu 9:50 - “Usawoti muhle, kepha uma usawoti engasenabusawoti, niyakumhlaziya ngani na? Yibani nosawoti phakathi kwenu, nihlalisane ngokuthula.” 

    Send us a text

    3 min
  • Engesiye Owomunye Wethu

    NgokukaMarkhu  9:38-41 - UJohane wayesethi kuye: “Mfundisi, sabona umuntu ongasilandeli ekhipha amademoni ngegama lakho; samnqabela ngokuba engasilandeli.” Kepha uJesu wathi: “Ningamnqabeli, ngokuba akakho owenza umsebenzi wamandla ngegama lami ongasuka masinyane, akhulume kabi ngami.  Ngokuba ongamelene nathi ungakithi. Yilowo nalowo oniphuzisa inkezo yamanzi ngegama lami ngokuba ningabakaKristu, ngiqinisile ngithi kini: Akasoze alahlekelwa ngumvuzo wakhe. 

    Send us a text

    4 min
  • Ukugudlugudluza Okuseqhulwini Kithi

    NgokukaMarkhu  9:36,37 - Wayesethatha umntwana, wammisa phakathi kwabo, wamgona, wathi kubo:  “Yilowo nalowo oyakwamukela abe munye kubantwana abanje ngegama lami uyangamukela mina, ongamukela mina akamukeli mina kodwa ongithumileyo.” 

    Send us a text

    3 min
  • Umshukumbo Wokucabanga Kabusha

    NgokukaMarkhu  9:35 - Wayesehlala phansi, wababiza abayishumi nambili, wathi kubo: “Uma umuntu ethanda ukuba ngowokuqala, makabe ngowokugcina kubo bonke nesikhonzi sabo bonke.” 

    Send us a text

    3 min
  • Ukuziphatha Okunamahloni

    NgokukaMarkhu  9:33,34 - Base beza eKapernawume. Kwathi esengene endlini, wababuza wathi: “Beniphendulana ngantoni endleleni na?” Kepha bathula, ngokuba bebekhulumisene endleleni ngokuthi ngubani omkhulu. 

    Send us a text

    3 min
  • Yiba Ngomangele

    NgokukaMarkhu 1:21,22 - Bangena eKapernawume. Kwathi masinyane ngesabatha wangena esinagogeni, wafundisa.  Bamangala ngokufundisa kwakhe; ngokuba wabafundisa njengonamandla, kungenjengababhali. 

    Send us a text

    3 min
  • UJesu Ungena Emsebenzini

    NgokukaMarkhu  1:14,15 - Emva kokuboshwa kukaJohane uJesu wafika eGalile eshumayela ivangeli likaNkulunkulu, wathi: “Isikhathi sigcwalisekile, umbuso kaNkulunkulu ususondele; phendukani, nikholwe yivangeli.” 

    Send us a text

    3 min
  • Isikhathi Sokulingwa

    NgokukaMarkhu  1:12,13 - Masinyane uMoya wayesemqhubela ehlane. Wayekhona ehlane izinsuku ezingamashumi amane elingwa nguSathane; wayendawonye nezilwane; izingelosi zamkhonza. 

    Send us a text

    3 min

About Izwi eliFresh

From the publisher's feed

Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?

Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…