Izwi eliFresh

Izwi eliFresh

By Christianityworks NPCReligion & SpiritualityChristianity
Download on the App Store

Izwi eliFresh episodes

  • Ukwesaba Ukungamukelwa

    NgokukaJohane  12:42,43 - Nokho abaningi nasezikhulwini bakholwa nguye, kodwa ngenxa yabaFarisi abakuvumanga, funa bakhishwe esinagogeni;  ngokuba babethanda udumo lwabantu kunodumo lukaNkulunkulu. 

    Send us a text

    3 min
  • Umangaliso Loguquguquko

    KwabaseRoma 12:2 - Ningalingisi lelizwe kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa ibentsha ingqondo yenu, ukuze nibe nokuhlolisisa okuyintando kaNkulunkulu, okuhle nokuthandekayo nokupheleleyo.

    Send us a text

    4 min
  • Thokozisa UMoya

    KwabaseGalathiya  6:8 - Ngokuba ohlwanyelela inyama yakhe uyakuvuna ukubhubha kuyo inyama; kepha ohlwanyelela uMoya uyakuvuna ukuphila okuphakade kuMoya.

    Send us a text

    3 min
  • Ukuhamba Ungathwele

    KwabaseHebheru  12:1 - Ngalokho-ke nathi, lokhu sinefu elingaka lawofakazi elisihaqileyo, masilahle konke okusindayo nesono esithandela kangaka kithi, sigijime ngokubekezela kulokhu kuncintisana esikumiselweyo.

    Send us a text

    3 min
  • Yini Esegameni ?

    Isaya  43:1 - Kepha manje usho kanje uJehova owakudalayo wena Jakobe, nowakubumba wena Israel, uthi “Ungesabi ngokuba ngikuhlengile, ngikubizile ngegama lakho ungowami”

    Send us a text

    3 min
  • U-size Owodwa Aweneli Bonke Abantu

    KwabaseRoma  12:4-6 - Ngokuba njengalokhu sinezitho eziningi emzimbeni munye, kepha izithi zonke azinamsebenzi munye, kanjalo thina esibaningi simzimba  munye kuKhrestu, kepha ngabanye siyizitho omunye nesomunye. Sinezipho zomusa ezahlukileyo ngokomusa esiwuphiweyo; uma singesokuphrofetha asiphrofethe ngesilinganiso sokukholwa.

    Send us a text

    4 min
  • Usengawunqoba Umjaho

    Izaga  17:27,28 - Obamba amazwi akhe unokwazi; onomoya opholileyo ungumuntu oqondileyo. Nesiwula lapho sithule kuthiwa isihlakaniphi; ovala umlomo wakhe ungoqondileyo. 

    Send us a text

    3 min

About Izwi eliFresh

From the publisher's feed

Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?

Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…