Izwi eliFresh

Izwi eliFresh

By Christianityworks NPCReligion & SpiritualityChristianity
Download on the App Store

Izwi eliFresh episodes

  • Igagasi Lesibusiso

    NgokukaJohane  7:38,39 - Okholwa yimi, njengokusho kombhalo, esiswini sakhe kuyakugobhoza imifula yamanzi aphilayo.”  Washo lokho ngoMoya abazakumamukela abakholwa nguye, ngokuba uMoya wayengakafiki, lokhu uJesu wayengakakhazimuliswa. 

    Send us a text

    3 min
  • Isibusiso Sokuthula

    Levithikhusi  26:6 - Ngiyakunika ukuthula ezweni nilale phansi ,ningasatshiswa muntu ,ngiyakuqothula izilwane  ezimbi ezweni, nenkemba ayiyikudabula ezweni lakini. 

    Send us a text

    3 min
  • Ngaphezu Kokwanela

    2 KwabaseKhorinte 12:8,9 Ngayo-ke nganxusa iNkosi kathathu ukuba isuke kimi. Yathi kimi: “Umusa wami ukwanele; ngokuba amandla ami apheleliswa ebuthakathakeni.” Ngakho kunalokho ngijabulela ukuzibonga ngobuthakathaka bami, ukuze amandla kaKristu ahlale phezu kwami. 

    Send us a text

    3 min
  • Sonke Sinalesidingo Esifanayo

    KwabaseRoma  11:5,6 - Kanjalo kukhona nangalesi sikhathi samanje insali ngokokukhetha komusa ;kepha uma kuya ngomusa akusayi ngemisebenzi ;uma kungenjalo umusa awuseyiwo umusa . 

    Send us a text

    3 min
  • Ukuguqulwa Ngomusa

    2 EkaPhethru 3:17,18 - Ngakho, bathandekayo, njengokuba nazi lokhu ngaphambili, xwayani, ukuze ningadukiswa ngokukhohlisa kwabangenamthetho, niwe ekuqineni kwenu,  kepha khulani emseni nasekwazini iNkosi noMsindisi wethu uJesu Kristu. Inkazimulo mayibe kuye namanje nakuze kube lusuku lwaphakade. 

    Send us a text

    4 min
  • Izikhuni Zibuya Ngomkhwezeli

    1 EkaJohane 2:3-6 - Ngalokho siyazi ukuthi siyamazi yena, uma sigcina imiyalo yakhe. Lowo othi: “Ngiyamazi,” engagcini imiyalo yakhe, ungumqambimanga, iqiniso alikho kuye; kepha ogcina izwi lakhe, uthando lukaNkulunkulu luphelelisiwe kuye impela. Ngalokho siyazi ukuthi sikuye; lowo othi uhlala kuye, yena umelwe ukuhamba njengalokho ahamba yena. 

    Send us a text

    3 min
  • Qaphela !

    NgokukaMathewu  6:1,2 - “Kepha qaphelani ningenzi ukulunga kwenu phambi kwabantu ukuba nibonwe yibo, funa ningabi nawo umvuzo kuYihlo osezulwini.  “Ngakho-ke nxa wabela isipho, ungakhalisi icilongo phambi kwakho, njengalokhu kwenza abazenzisi emasinagogeni nasemigwaqweni ukuba badunyiswe ngabantu. Ngiqinisile ngithi kini: Sebewamukele umvuzo wabo. 

    Send us a text

    3 min

About Izwi eliFresh

From the publisher's feed

Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?

Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…