
Sign up to save your podcasts
Or


Numeri 6:22-27 - UJehova wakhuluma kuMose wathi : “Yisho ku-Aroni nakumadodana akhe uthi: ‘Niyakubusisa kanje abantwana bakwa Israel ,niyakusho kubo nithi : “ ‘uJehova makakubusise akulondoloze ;uJehova makakhanyise ubuso bakhe phezu kwakho ;abe nomusa kuwe .UJehova makaphakamise ubuso bakhe phezu kwakho,akuphe ukuthula’”. “Bayakubeka kanjalo igama lami kubantwana bakwa Israel mina ngibabusise”
Send us a text
1 EkaJohane 3:18 - Bantwanyana, masingathandi ngezwi nangolimi, kodwa ngezenzo nangeqiniso.
Send us a text
Izenzo 9:31 - Njalo-ke ibandla laba nokuthula kulo lonke laseJudiya, naseGalile, naseSamariya, lakheka, lihamba ekwesabeni iNkosi, landa ngenduduzo kaMoya oNgcwele.
Send us a text
Izenzo 9:31 - Njalo-ke ibandla laba nokuthula kulo lonke laseJudiya, naseGalile, naseSamariya, lakheka, lihamba ekwesabeni iNkosi, landa ngenduduzo kaMoya oNgcwele.
Send us a text
Ihubo 86:8-10 - Phakathi kwawonkulunkulu akakho onjengawe Nkosi ,akukho okunjengemisebenzi yakho .Izizwe ozenzileyo ziyakufika zonke ,zikhuleke phambi kwakho ,Nkosi zidumise igama lakho .Ngokuba umukhulu wena uyenza izimangaliso , unguNkulunkulu wena wedwa.
Send us a text
Ihubo 86:6,7 - Jehova beka indlebe ekukhulekeni kwami ,ulalele izwi lokunxusa kwami. Ngosuku losizi lwami ngikhala kuwe ,ngokuba uzakungiphendula .
Send us a text
Ihubo 86:5 - Ngokuba wena Nkosi umuhle, ungothethelelayo ,unomusa omkhulu kubo bonke abakhala kuwe.
Send us a text
1 Izikronike 22:9 - Bheka uyakuzalelwa indodana eyakuba ngumuntu wokuthula; ngiyakumnika ukuphumula ezitheni zakhe nxazonke ,ngokuba igama lakhe liyakuba nguSolomoni ;ukuthula nokuzola ngiyakumnika khona u-Israel emihleni yakhe.
Send us a text
NgokukaMarkhu 2:15-17 - Kwathi ehlezi ekudleni endlini yakhe, abathelisi abaningi nezoni bahlala noJesu nabafundi bakhe; ngokuba babe baningi, bamlandela. Khona ababhali babaFarisi bembona edla nezoni nabathelisi bathi kubafundi bakhe: “Yini ukuba adle nabathelisi nezoni na?” UJesu ekuzwa lokho wathi kubo: “Abaphilileyo abadingi inyanga, ngabagulayo bodwa; kangizelanga ukubiza abalungileyo kodwa izoni.”
Send us a text
NgokukaMarkhu 2:13,14 - Waphuma futhi, waya ngaselwandle; isixuku sonke sabantu seza kuye, wabafundisa. Wathi edlula, wambona uLevi ka-Alfewu ehlezi endaweni yokuthela, wathi kuye: “Ngilandele.” Wasuka-ke,wamlandela.
Send us a text
From the publisher's feed
Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?
Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…