Izwi eliFresh

Izwi eliFresh

By Christianityworks NPCReligion & SpiritualityChristianity
Download on the App Store

Izwi eliFresh episodes

  • Noma Ubani Ophila KuKhrestu…

    1 EkaJohane  3:4-6 - Bonke abenza isono bayeqa nomthetho, ngokuba isono singukweqa umthetho. Senazi ukuthi yena wabonakaliswa, ukuze asuse izono; akukho sono kuye.  Lowo ohlala kuye akoni; lowo owonayo akambonanga, futhi akamazi. 

    Send us a text

    3 min
  • Mhla UJesu Ebuya

    1 EkaJohane  3:2 - Bathandekayo, manje singabantwana bakaNkulunkulu, kepha akukabonakali esiyakuba yikho. Siyazi ukuthi, nxa ebonakaliswa, siyakuba njengaye, ngokuba siyakumbona njengokuba enjalo. 

    Send us a text

    3 min
  • UNkulunkulu Akawaqambi Amanga

    KuMaHebheru 6:18 - Ukuze ngezinto ezimbili ezingeguquleke, uNkulunkulu angeqambe amanga ngazo, sibe nenduduzo enamandla thina esibalekele ekulibambeni ithemba esilimiselweyo. 

    Send us a text

    3 min
  • UNkulunkulu Wethemba Lonke

    KwabaseRoma  15:13 - UNkulunkulu wethemba makanigcwalise ngenjabulo yonke nangokuthula konke ekukholweni ,ukuze nivame ethembeni ngamandla kaMoya oNgcwele . 

    Send us a text

    3 min
  • Isandla Sokukhonujuzwa

    1 EkaPhethru 3:11,12 - Adede ebubini, enze okuhle, afune ukuthula, akujonge, ngokuba amehlo eNkosi aphezu kwabalungileyo, izindlebe zayo zisekunxuseni kwabo, kepha ubuso beNkosi buphezu kwabenza okubi.” 

    Send us a text

    3 min
  • Eduze Nakude

    Ihubo  73:27,28 - Ngokuba bheka abakude nawe bayakubhubha ,uyabachitha bonke abahlubukayo kuwe ngokuphinga .Kepha mina kungilungele ukusondela kuNkulunkulu ,ngenzile iNkosi uJehova ibe yisiphephelo sami  ,ukuze ngishumayele zonke izenzo zakho . 

    Send us a text

    3 min
  • Amandla Enhliziyo Yakho

    Ihubo  73:25,26 - Nginobani ezulwini na? Uma ngingenawe ,angifuni lutho emhlabeni .Inyama yami nenhliziyo yami iyaphela nokho uNkulunkulu ulidwala lenhliziyo  yami,nesabelo sami kuze kube phakade. 

    Send us a text

    4 min
  • I-Pencil Case

    Numeri  6:22-26 - UJehova wakhuluma kuMose wathi : “Yisho ku-Aroni nakumadodana akhe uthi: ‘Niyakubusisa kanje abantwana bakwa Israel ,niyakusho kubo nithi : “ ‘uJehova makakubusise akulondoloze ;uJehova makakhanyise ubuso bakhe phezu kwakho ;abe nomusa kuwe .UJehova makaphakamise ubuso bakhe phezu kwakho,akuphe ukuthula’”.  

    Send us a text

    3 min

About Izwi eliFresh

From the publisher's feed

Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?

Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…