Izwi eliFresh

Izwi eliFresh

By Christianityworks NPCReligion & SpiritualityChristianity
Download on the App Store

Izwi eliFresh episodes

  • Izingozi Zenkolo

    NgokukaJohane  5:16-18 - Ngenxa yalokho abaJuda bamzingela uJesu, ngokuba wakwenza lokho ngesabatha. Kepha wabaphendula wathi: “UBaba usebenza kuze kube manje, nami ngiyasebenza.” Ngalokho-ke abaJuda kwayikhona befuna kakhulu ukumbulala, ngokuba wayengaphulile isabatha kuphela, kodwa wabuye wathi uNkulunkulu unguYise, ezenza olingana noNkulunkulu. 

    Send us a text

    4 min
  • Mhla Unecala Lokulimaza

    Dutheronomi  22:8 - Nxa wakha indlu entsha uyakwenza uthango ophahlenii lwakho, ukuba ungayihliseli indlu yakho igazi uma umuntu ewa khona. 

    Send us a text

    4 min
  • Hloboluni Lukamakhelwane Oyilo?

    Dutheronomi  22:1,2-  Awuyikubona inkabi  yomfowenu noma imvu yakhe iduka, ucashe kuzo, wozibuyisela nokuzibuyisela kumfowenu. Uma umfowenu engeseduze nawe noma ungamazi, woziyisa endlini yakho zibe nawe, aze azifune umfowenu, uzibuyisele kuye. 

    Send us a text

    3 min
  • Iskemu Esikhulu Kunazo Zonke Emhlabeni

    NgokukaJohane  8:44 Nina ningabakayihlo uSathane, nithanda ukwenza izinkanuko zikayihlo. Yena wayengumbulali wabantu kwasekuqaleni, akemi eqinisweni, ngokuba iqiniso lingekho kuye. Nxa ekhuluma amanga, ukhuluma okungokwakhe, lokhu engumqambimanga noyise wawo. 

    Send us a text

    4 min
  • Amandla Othando Asobala

    KwabaseRoma  13:8-10 Ningabi nacala lani nakubani, kuphela elokuthandana; ngokuba othanda omunye uwugcwalisile umthetho. Ngokuba lokhu ukuthi: “Ungaphingi, ungabulali, ungebi, ungafisi,” noma ukhona omunye umyalelo, kuyahlanganiswa kuleli zwi elithi: “Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.”  Uthando alwenzi okubi kumakhelwane; ngakho-ke uthando lungukugcwaliseka komthetho. 

    Send us a text

    4 min
  • Impakamo YobuSathane

    NgokukaLukha  4:5-7 - Esemenyusela entabeni ende wambonisa imibuso yonke yezwe ngomzuzwanyana. USathane wathi kuye: “Amandla onke lana ngokunika wena kanye nenkazimulo yawo, ngokuba inikwe mina, futhingiyinika noma ubani ngokuthanda kwami.  Ngakho-ke wena, uma ukhuleka phambi kwami, konke kuzakuba ngokwakho.” 

    Send us a text

    3 min
  • Impakamo Iyadilizana

    KwabaseFiliphi  2:3,4 -  Ningenzi lutho ngombango nangodumo lwezwe; kepha ngokuthobeka nishaye sengathi abanye bakhulu kunani, yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo abheke nokwabanye. 

    Send us a text

    3 min
  • Amandla Ombuzo

    NgokukaMathewu  19:16-18 - Bheka-ke, kwasondela kuye othile, wathi: “Mfundisi, ngiyakwenzantoni enhle ukuba ngibe nokuphila okuphakade na?”  Wathi kuye: “Ungibuzelani ngokuhle na? Munye ongomuhle. Kepha uma uthanda ukungena ekuphileni, gcina imiyalelo.”  athi kuye: “Miphi na?” 

    Send us a text

    4 min

About Izwi eliFresh

From the publisher's feed

Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?

Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…