Izwi eliFresh

Izwi eliFresh

By Christianityworks NPCReligion & SpiritualityChristianity
Download on the App Store

Izwi eliFresh episodes

  • Umuzwa Wecala Onganyakaziseki

    KwabaseRoma  3:23,24 - ngokuba bonke bonile, basilalelwe inkazimulo kaNkulunkulu; balungisisiwe ngesihle ngomusa wakhe ngokuhlengwa okukuKristu Jesu

    Send us a text

    4 min
  • Incazo Ngqo Yokwahluleka

    NgokukaLukha  12:20,21 -  “Kepha uNkulunkulu wathi kuye: ‘Wena siwula, ngalobu busuku umphefumulo wakho uzakubizwa kuwe; pho-ke, izinto ozilungisileyo ziyakuba ngezikabani na?’

    “Kunjalo kozibekelela ingcebo enganothile kuNkulunkulu.” 

    Send us a text

    4 min
  • Uhlelo Lwakusasa

    NgokukaLukha  12:16-19 - Wabalandisa umfanekiso, wathi: “Izwe lomuntu othile onothileyo lathela kahle. Wazindla phakathi kwakhe, wathi: ‘Ngizakwenzani, lokhu ngingenandawo engingabuthela kuyo ukudla kwami, na?’

    “Wayesethi: ‘Ngizakwenza lokhu: ngizakudiliza izinqolobane zami, ngakhe ezinkulu, ngibuthele khona ukudla kwami konke nempahla yami. Bese ngithi kuwo umphefumulo wami: Mphefumulo, unempahla eningi ebekelelwe iminyaka emmingi; phumula, udle, uphuze, ujabule.’ 

    Send us a text

    4 min
  • Okungasizi Ngalutho Sanhlobo

    NgokukaLukha  9:25,26 - Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuzile izwe lonke, yena uqobo alahleke nokuba alimale, na?

     Ngokuba yilowo nalowo onezinhloni ngami nangamazwi ami ngaye lo iNdodana yomuntu iyakuba nezinhloni, lapho iza ngenkazimulo yayo nekaYise neyezingelosi ezingcwele. 

    Send us a text

    4 min
  • Izinto UJesu Angazange Alokothe Azisho

    NgokukaLukha  9:23,24 - Wayesethi kubo bonke: “Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe imihla ngemihla, angilandele. Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho; kepha olahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami uyakukusindisa. 

    Send us a text

    3 min
  • Ukubuka Ukholo Lwakho

    2 KwabaseKhorinte  3:17,18 - INkosi inguye uMoya; kepha lapho uMoya weNkosi ekhona, kukhona inkululeko. Kepha thina sonke esibuka ngobuso obambuliwe inkazimulo yeNkosi njengasesibukweni siyaguqulwa, sibe njengalowo mfanekiso ngokuya enkazimulweni, njengalokhu kumi ngeNkosi enguMoya. 

    Send us a text

    4 min
  • Ukuneliseka Komphefumulo Wakho

    Amahubo  63:5-8 - Umphefumulo wami uyakusutha kungathi ngamanoni namafutha; umlomo wami uyakudumisa ngezindebe ezethabayo, Nxa ngikukhumbula ecansini lami, ngizindla ngawe emilindweni yasebusuku. Ngokuba ungisizile; ngiyakwethaba ethunzini lamaphiko akho. Umphefumulo wami ubambelele kuwe; esokunene sakho siyangiphasa. 

    Send us a text

    4 min
  • Lindela Izinto Ezinkulu

    Amahubo  126:1-6 - Lapho uJehova abuyisa ukuthunjwa kweSiyoni, sasinjengabaphuphayo.

    Umlomo wethu wawusugcwala ukuhleka nolimi lwethu ukuhuba; bathi phakathi kwabezizwe: UJehova ubenzele izinto ezinkulu. UJehova usenzele izinto ezinkulu, sajabula.
     
    Buyisa, Jehova, ukuthunjwa kwethu njengemifula yaseningizimu.Abahlwanyela ngezinyembezi bayakuvuna ngokuthokoza. Ohamba ekhala izinyembezi, ephethe imbewu yokuhlwanyela, uyakubuya ngokuthokoza, ephethe izinyanda zakhe. 

    Send us a text

    4 min
  • Ungasifihli Isiphambano

    Izenzo 4:11,12 - Yena uyitshe eladelelwa yinina bakhi, eselaba yinhloko yegumbi.  “Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba alikho futhi elinye igama phansi kwezulu elinikiwe ebantwini, esimelwe ukusindiswa ngalo.” 

    Send us a text

    4 min
  • Uthando Alusoze Lwaphela

    1 KwabaseKhorinte  13:8,13 - Uthando alusoze lwaphela; kepha nokuba kukhona ukuprofetha, kuyakukhawuka; nokuba kuyizilimi, ziyakunqamuka; nokuba kungukwazi, kuyakukhawuka. Manje-ke kumi ukukholwa, nokwethemba, nothando, lokho kokuthathu; kepha okukhulu kulokho luthando.

    Send us a text

    4 min

About Izwi eliFresh

From the publisher's feed

Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?

Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…