Sikhuluma noNompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach.
Kulamasonto amabili adlule sikhulume kakhulu ngokubaluleka kokuba nama-
goals ukuze impilo yakho ibe impumelelo. Namuhla sifisa ukufunda ukuthi
senzenjani uma sesiqhuzukile kulama- Goals esizibekele wona? Senzenjani
uma sekufika izimo noma abantu abasithikamizisayo?