
Sign up to save your podcasts
Or


#UkhozifmVabs:Sikhuluma nabameli bethu bakwaTM Mfeka Attorneys bazosichazela ukuthi abazali bangabekwa kanjani amacala okuthumba izingane zabo uma behluleka ukwazisa umzali ababambiseni naye ngomnyakazo akazowenza nengane yabo. Lokhu kubaluleke kakhulu njengoba kuza isikhathi samaholide futhi abazali abaningi bazihlelela uhambo nengane noma izingane akangayizalanga yedwa.
Sikhuluma noNompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach.
Kulamasonto amabili adlule sikhulume kakhulu ngokubaluleka kokuba nama-
goals ukuze impilo yakho ibe impumelelo. Namuhla sifisa ukufunda ukuthi
senzenjani uma sesiqhuzukile kulama- Goals esizibekele wona? Senzenjani
uma sekufika izimo noma abantu abasithikamizisayo?
#Vuk'uqonde ngezobuchwepheshe :Kunama content creators aseNingizimu Afrika avalelwe ama account awo ku- TikTok. Cyan Boujee, Seemah, Munaka, Zille Wizzy ukubala abambalwa kuhlu lwama- Influencer awu- 19.
#Ukhozifmvabs:Namhlanje sizokhuluma noMfundisi uCingo onendaba eshwaqisayo ngohambo lwakhe, ezalwe nebala elimhlophe.
From the publisher's feed
Vee Mthembu and Mroza