
Sign up to save your podcasts
Or


Sikhuluma noNompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach.
Namhlanje sikhulume nomuntu wesifazane ofisa ukushitsha impilo
yakhe.
Dr. kile Mteto, President: SA Women In Plumbing And Trades
(SAWIPT)
Miningi imikhakha abantu besifazane abasantwela kuyo, kuyathokozisa uma
sizwa noma sibona abantu besifazane bekhula ezimbonini abangajwayelekile
kuzo. Singabala imboni yezokuthutha (taxis, buses and trains), ezobunjiniyela,
ezokwakha (construction), ezamamayini, kanye nezobuchwepheshe.
Namhlanje sibheka kumkhakha we- Plumbing. Sikhule sazi ukuthi abantu
besilisa abaphiwe kulomkhakha wokulungisa amapayipi, kwazise,
bekungajwayelekile ukuthi abantu besifazane begqoke amabhuzu nama-
overall. Namhlanje siyabona izibalo zabantu besifazane abangama- artisan
kulomkhakha ziya zikhula, kanjalo nekhona Labantu besifazane kulomkhakha
osulekelele abaningi besungule amabhizinisi abo kuwo, baxosha ikati eziko.
#Vukanezobuchwepheshe :Vuka Uqondisise kabanzi ngezobuchwepheshe: Women In Science Bathabile Mpofu
Sikhuluma noNompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach.
Kubalulekile ukuthi umuntu azakhele imikhuba ( habits) yosuku
ezosiza ukuthi agcine ebona imiphela emihle empilweni yakhe.
Namhlanje sikhuluma ngeStorm surge, ukuthi sidalwa yini kanye
nobungozi obuphathelene naso.
Sikhuluma noMnumzane Mthokozisi Ndlovu ongumphathi weLamontville Victim
Friendly Safe House:
From the publisher's feed
Vee Mthembu and Mroza