
Sign up to save your podcasts
Or


#Vuk'qonde kabanzingezezimali no Sfiso Nala :Ezolimo zibaluleke kakhulu empilweni ngoba isisu asikweletwa. Nakwezamabhizinisi loluhlobo lwebhizinisi obelunganakekile kwabanyama seluyadlondlobala futhi sebeyanda abafudukela kulo. Namuhla sizokhuluma ngezindlela ezibalulekile uma ufisa ukungena kulo.
mali engenayo yomculo e-Sub-Saharan Africa inyuke yafinyelela ku-R1.84
billion okokuqala ngqa onyakeni odlule. ISpotify ithi eNingizimu Afrika, abaculi baphinde bahola imali eyizigidi ezingama-400 ngonyaka odlule.
SKwazise sasike saba nezinkinga ezinkulu zobugebengu bokukokotelwa
komculo, phecelezi music piracy.
VUKA UQONDE NGEZEZIMALI: Sfiso Nala
Ukubaluleka KokuKhuluma Ngezezimali Ebudlelwaneni bakho.
#Ukhozifmvabs:Ingabe isithembiso senkululeko sifezeke ngempela kubo bonke abantu baseNingizimu Afrika? Sixoxa noMnuz Thami KaPlaatjie, ongomunye waMalungu oMkhandlu weFreedom Park.
#UkhoziFmVabs :Sikhuluma noDokotela wamazinyo ukukhumbuzana ngokubalulkea
From the publisher's feed
Vee Mthembu and Mroza