
Sign up to save your podcasts
Or


Vuka Uqonde Kabanzi Ngokuguquguquka Kwesimo Sezulu No-Thandiwe Gumede, SA Weather Service.
Interview: Sifisela bonke abafundi baka matric impumelelo njengoba kuqala izivivinyo zokuphela konyaka namhlanje. Kubhalwa iphepha le English namhlanje, kanti sithe asikhulume nomunye wabafundi ababhalayo u-Sthokozile Mbongwa ofunda e-Thornwood Secondary School.
Guest: Sthokozile Mbongwa, Head Girl at Thornwood Secondary School
Interview: Happy birthday to iPhini likaMengameli wezwe, uMnuz Paul Mashatile. Uneminyaka engu 63.
Interview: Ubaba walowo owayeyinkakha yesibhakela u-Dingaan Thobela ufuna izingane zendodana yakhe zenze ama DNA ukuze abe nesiqiniseko sokuthi izingane zendodana yakhe ngempela.
Lokhu kulandela isicelo asifake enkantolo ephakeme yase Goli sokuthi kulindwe imiphumela yama DNA ngaphambi kokuthi kukhishwe izimali zengane yakhe. Inkantolo isichithile lesicelo. U-Thobela wadlula emhlabeni ngo April kulonyaka.
Sixoxa nengane ka Dingaan u-Bongani Thobela sizobuye sixoxe nongoti wama DNA. Sizamile ukuthola ubaba ka Dingaan kodwa sangaphumelela.
TOPIC: Uthini owakho umbono ngama DNA? Usuke wazithola usesimweni lapho kumele wenze khona le test? Yathini imiphumela?
Guest: Dr Nontobeko Mbatha, Founder of Tumeladi Diagnostic Pathologists
#Ukhozifmvabs :Kwenzakalani kwi- EFF sixoxa no Sihle Mavuso
#Ukhozifmvabs :Silandela umbiko othinta ukuhlehliswa komngcwabo ngenxa yesidumbu ebesiye ezweni lase Nigeria ngephutha. Indodakazi ka mufi u-Olwethu Zibane uthi bafica isidumbu somuntu abangamazi kwicasket kababa wakhe uma befika emakhazeni ase Thekwini ngoLwesihlanu ntambama. U-Olwethu uthi kwadingeka ukuthi bavule ezinye izidumbu bebheka esika yise ngaphambi kokuthi batshelwe ukuthi isidumbu sikayise sisendleleni eya eNigeria. Ngokwembiko yephephandaba Isolezwe, kwaphoqa ukuthi kuxhunywane nge
#Vuka Uqonde Kabanzi Ngezobuchwepheshe no Siphumelele Zondi
I-South African Revenue Service ithi ifuna labo abenza inzuzo kwi crypto currency baqale ukukhokhela intela.
From the publisher's feed
Vee Mthembu and Mroza