Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
September 09, 2019Umkhwenyana olulama okikanetelweni lwe-Porn ,akasemashushu ngenkonzoKuyinjwayelo yini ukuba umkhwenyana okade ezicwilise ezithombeni zobunqunu ,qede angabe esaba nolangazelelo oluseduze emshadweni? Mina nomnyeni wami sekuphele izinyanga eziwu 8 singayi enkonzweni yekamero.Uyazi ngiyalangazelela ukuba kuyona ,kodwa yena useyisibhocobhoco kuyona.Ngisola kuthinta udaba lobudlelwano abe nabo online ,kanjalo nange porn nokho usesohambweni lokulapheka kuyona.Ngizizwa ngingolahliwe .Ngingasiguqula kanjani lesisimo?...more5minPlay
September 08, 2019OGogo noMkhulu abalekelela Omama nobaba abamatasaNgakube thina njengoGogo ,simelwe yini ukuthatha isikhala sobuzali kubazukulu ? Undodana wami nomakoti bayasebenza futhi bahlale bematasa ngokwevile.Ngiye ngizithole nekhehla lami sesithatha iqhaza lobuzali esikhundleni sabo ukuze bone babhekane nobutasa bemisebenzi yabo.Siyakujabulela ukuba nabazukulu futhi sibe lusizo ngalendlela .Kodwa kwesinye isikhathi ngiba nomuzwa wongabazane .Nicabanga ukuthi lokhu kuluhlelo oluhle?...more0minPlay
September 08, 2019OGogo noMkhulu abalekelela Omama nobaba abamatasaNgakube thina njengoGogo ,simelwe yini ukuthatha isikhala sobuzali kubazukulu ? Undodana wami nomakoti bayasebenza futhi bahlale bematasa ngokwevile.Ngiye ngizithole nekhehla lami sesithatha iqhaza lobuzali esikhundleni sabo ukuze bone babhekane nobutasa bemisebenzi yabo.Siyakujabulela ukuba nabazukulu futhi sibe lusizo ngalendlela .Kodwa kwesinye isikhathi ngiba nomuzwa wongabazane .Nicabanga ukuthi lokhu kuluhlelo oluhle?...more5minPlay
September 05, 2019Ukugudluza Ingcindezi Yokuqeqesha ingane isigcoziNgakube ukufundisa ingane isigcozi kuyinto ehlale inzima neyinselelo? Sinesikhathi sizama ukuqeqesha undodana wethu kusukela aba neminyaka ewu 2.Kuze kube manje sisahluleka ukuwina lokho okwenyuse ingcindezi ekhaya ngamalengiso.Emva kwezinyanga ezimbalwa sisahluleka namanje .Ngakube lokhu kujwayelekile?...more0minPlay
September 05, 2019Ukugudluza Ingcindezi Yokuqeqesha ingane isigcoziNgakube ukufundisa ingane isigcozi kuyinto ehlale inzima neyinselelo? Sinesikhathi sizama ukuqeqesha undodana wethu kusukela aba neminyaka ewu 2.Kuze kube manje sisahluleka ukuwina lokho okwenyuse ingcindezi ekhaya ngamalengiso.Emva kwezinyanga ezimbalwa sisahluleka namanje .Ngakube lokhu kujwayelekile?...more6minPlay
September 04, 2019Ukuqondisa Izigwegwe Enganeni Engekho kunyathela kunyeYini engingayenza ukwenza indodana yami ithobele okushiwoyo yenze ngokulalela? Indodana yethu encane inenkani ,ulibeka nayo ilibeke.Ayiwenzi umsebenzi wayo wesikole futhi ayifuni noku cleaner ekamerweni layo.Uma sizama ukuxoxa nayo ngaloludaba ngomoya ophansi siphetha sesiphakamisa amaphimbo .Yini esingayenzi kahle ?...more6minPlay
September 03, 2019Imicabango Ngomama AbasebenzayoNinalo ukhuthazo ngomama abaqashwe ngaphandle kwekhaya ? Ngiyazi ukuthi iFocus On The Family izipha isikhathi ukugqugquzela omama abahlala ekhaya eqhazeni labo ,kodwa ngiyazibuza kazi ninalo na usizo kulabo bethu okubiza betshathe izikhwama njalo ekuseni beya emsebenzini ukuze izindleko zekhaya zifezeke....more6minPlay
September 02, 2019Akathembekanga Umlisa Obukipite NayeNgenze njani ngobaba wengane ebengihlala naye ongikhohlisile ? Sesihlale ndawonye iminyaka emininganyana ,manje ngisanda kuthola ukuthi ubexoxa ngemiqhafazo ezothando nomunye umngani wami .Uma ngimqonda ngqo ,uthe kube yimi imbangela .Emva kwalokho wangilaxaza nengane yethu ,wayozihlalela noyise kubo .Lokho sengingathekisa ukuthi kungifaka ekubeni ngumzali oyedwana.Ngizizwa ngishiwe esiqhingini ngilimele.Ngenze njani ?...more5minPlay
September 01, 2019Ukugwema Ukuqondisa ingane kuze kweqeNgazi kanjani ukuthi uqondiso –zigwegwe lwami selweqile kolufanelekile ?Bengiqondisa izigwegwe enganeni yami eno 5 izolo kodwa ngazizwa sengathi sengeqile .Ekuseni ngivuke ngizizwa nginebala enhlizyweni.Ngingazi kanjani ? Yikuphi engingakwenza ukuvikela lokhu kungenzeki?...more0minPlay
August 29, 2019Ubizo luqhathaniswa nokuzinikela emndeniniNjengoMkhrestu ngihlela kanjani ukuzinikela kwami emndeni bese ngesinye isandla ukuhambisa ivangeli ? Futhi ngihamba ngigcinaphi ngozalo lwakithi uma ngiqhathanisa nomndeni wami siqu ? Ukhona umehluko kukho kokubili ? Owami umcabango uthi amaKhrestu amaningi aphuthuma ukusindisa umhlaba wonke ,nkashana sishiya uzalo nomndeni wethu engabe yiwo esiwusebenzayo ngevangeli .Nicabangani?...more0minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.