Ngakube inkinga yami yokungadli ngendlela ,ngibuyise , nesicanucanunokwehla komzimba ingaba semsukeni wokuthi angiziqondi ubumina kuKhrestu ? Omunye umngani wami uke waphakamisa lokhu ,futhi angazi ngikuthathe kanjani.Kade ngaqala ngiseyi teenager ukuba nezinkinga zokudla ,kodwa angikaze ngicabange yinkinga yokomoya .Ngakube okushiwo ngumngani wami kuyawenza umqondo kinina?