Sign up to save your podcastsEmail addressPasswordRegisterOrContinue with GoogleAlready have an account? Log in here.
Uhlelo oluyimizuzu eyisihlanu lapho sikulethela khona izeluleko ezisebenzisekayo ngabakwa - Focus on the Family... more
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.
August 15, 2019Izimpawu Zokukinatelwa Ngama –video Nama-computer GameNgingazi kanjani ukuthi senginenkinga enqala ngama electronic nama –online games? Ngingavuma ngikukhonzile ukudlala .Mangiphuma emsebenzini njalo ntambama ngiya kuma electronic games ami .Yindlela yami yokuphumuza ingqondo emva kosuku belusinda.Inkinga ekhona eyodwa ngukuthi ngishadile ,ngingubaba ,manje unkosikazi wami useqala ukukhalaza .Wangitshela ngolunye usuku ukuthi sengikinatelwe ama-game.Iyenzeka into enjalo kodwa?...more5minPlay
August 14, 2019Ukuvala Isikhala se-Porn Ngezithombe Zocansi ZonkosikaziNgakube kulungile yini ukuba indoda isebenzise izithombe zomkayoezithathwe nge –cell phone ezivusa imizwa yocansi ,ngenhloso yokubibiyela eze -porn ezivuthisa umzimba,futhi ngicabange lokhu kungangisiza ngidlule kulenkinga.Yikuphi enikucabangayo ngalomqondo wami ?...more5minPlay
August 13, 2019Ingane Ekhetha UkudlaSingenza kanjani ukuthi umaqhenyane wengane yethu ena -4 idle konke esiyinika khona? Ukukhetha kwakhe ukudla sekusinyusela ushukela phela manje.Kaningi simnqabela ama kip kip kodwa siyabona ngesidlo santambama uwazungeza yonke indawo.Mina ngibona lokhu kukhetha kwakhe kuluphawu lokungalaleli kodwa uyise yena usaba ukuthi uma sikwenza kuba ludaba kuzokwenza angadli kakhulu kunakuqala.Senzenjani ?...more5minPlay
August 12, 2019Ukushiya Umsebenzi Uzoba NguMama Onakekela IkhayaNinakho eningakuphakamisa ngomama ofuna ukushiya i-career yakhe obeyenza full time oseyohlala nezingane zakhe? Yikuphi engingakwenza ukuqiniseka lezingunquko ngizenza kamtoti emndenini ?...more5minPlay
August 12, 2019Usizo koGogo Abakhulisa AbazukuluNinalo ululeko kugogo nomkhulu ababhekene nokukhulisa umzukulu wabo ? Abazukulu bethu ababili bahlala nathi futhi cishe kuzoba ngeside isikhathi .Singabenza kanjani bezizwe besekhaya elifudumele ngaphandle kokukhathala kwengqondo kithi?...more5minPlay
August 11, 2019Usizo koGogo Abakhulisa AbazukuluNinalo ululeko kugogo nomkhulu ababhekene nokukhulisa umzukulu wabo ? Abazukulu bethu ababili bahlala nathi futhi cishe kuzoba ngeside isikhathi .Singabenza kanjani bezizwe besekhaya elifudumele ngaphandle kokukhathala kwengqondo kithi?...more0minPlay
August 08, 2019Amahlaya Anobuhle EmndeniniSingathokozela kanjani ingxenye yempilo yokulula ingqondo ekhaya ngamahlaya amahle aswabukilisayo ? Iningi labangani bethu lithola ukuswabuluka ngokuhleka ezintweni engizithola zingezinhle.Ningaphakamisa amahlaya ahlanzekile emndenini ?...more0minPlay
August 08, 2019Amahlaya Anobuhle EmndeniniSingathokozela kanjani ingxenye yempilo yokulula ingqondo ekhaya ngamahlaya amahle aswabukilisayo ? Iningi labangani bethu lithola ukuswabuluka ngokuhleka ezintweni engizithola zingezinhle.Ningaphakamisa amahlaya ahlanzekile emndenini ?...more5minPlay
August 07, 2019Imiphi iFocus On The Family Ngomshado NesahlukanisoUmlaleli usibhalele umbuzo othi iFocus On The Family imi kuphi ngesahlukaniso nokuphinda ushade?...more6minPlay
August 06, 2019Izithwele intombi ,ukushada njengesisombululo“Ngiqhubeke ngishade nentokazi yami esizithwele? Ubudlelwane bethu sebube ngobuhle kodwa akukaze kuphelele kimi ukuthi sesiyoba ndawonye impilo yethu yonke.Lokhu kuguqula sonke isimo .Izobe inakekela ikhulisa ingane ,futhi name ngithanda ukuba nesandla sami.Lentokazi isenezimo eziyintaba empilweni yayo ,lokho okwenza ngibone kusesekuseni ukuba sishade . Abanye abazalwane bona bangikhuthaze ngiqhubeke ngithembise.Nithini nina ngokwesiluleko?”...more0minPlay
FAQs about Ezomndeni:How many episodes does Ezomndeni have?The podcast currently has 1,157 episodes available.