
Sign up to save your podcasts
Or


NgokukaJohane 7:45-48 - Zafika-ke izikhonzi kubapristi abakhulu nakubaFarisi. Bathi kuzo: “Animlethanga ngani na?” Izikhonzi zaphendula zathi: “Akuzange kukhulume muntu njengokuba kukhuluma lowo muntu.” Ngakho abaFarisi baziphendula bathi: “Kanti nani nidukisiwe na? Ukhona yini ezikhulwini nakubaFarisi oke wakholwa nguye na?
Send us a text
NgokukaJohane 6:14-15 - Kwathi-ke abantu bebona isibonakaliso uJesu asenzayo, bathi: “Impela lo ungumProfethi ozayo ezweni.” Ngakho-ke uJesu azi ukuthi bazakuza, bambambe, bambeke inkosi, wamonyukela futhi entabeni yena yedwa.
Send us a text
IHubo 91:1-2 - Yena owakhile ekusithekeni koPhezukonke nohlezi emthunzini kaSomandla. Uthi kuJehova : “Uyisiphephelo sami nenqaba yami noNkulunkulu wami engimethembayo”.
Send us a text
NgokukaJohane 9:1-3 - Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe. Abafundi bakhe bambuza bathi: “Rabi, ngubani owonayo, lona noma abazali bakhe, aze azalwe eyimpumputhe na?” UJesu waphendula wathi: “Akonanga noma yena noma abazali bakhe, kodwa ukuze kubonakaliswe kuye imisebenzi kaNkulunkulu.
Send us a text
Zakhariya 7:9-10 - Washo kanje uJehova Sebawoti wathi : “Yahlulelani izahlulelo eziqinisileyo ,nenze umusa nobubele kube yilowo nalowo kumfowabo. Ningacindezeli abafelokazi nezintandane ,nabafokazi nabampofu,kungabi ngoceba okubi ngomfowabo enhliziyweni”
Send us a text
2 KwabaseThesalonikha 3:3 - Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa, inilondoloze komubi.
Send us a text
Izaga 12:18 - Bakhona abaphahluka njengokuhlaba kwenkemba ,kepha izilimi zabahlakaniphileyo ziyimpiliso.
Send us a text
Jeremiya 31:16-17 - Usho kanje uJehova uthi : “Bamba izwi lakho ungakhali, amehlo akho angabi nezinyembezi ngokuba umsebenzi wakho uyakuba nomvuzo, ”usho uJehova “babuye ezweni lesitha.Kukhona ithemba lokugcina kwakho” usho uJehova; abantwana bayakubuyela emikhawulweni yabo.
Send us a text
Umshumayeli 11:5 - Njengalokhu ungazi indlela yomoya ukuthi iphi, nokubunjwa kwamathambo esizalweni sokhulelweyo, kanjalo awuyazi nemisebenzi kaNkulunkulu owenza konke.
Send us a text
Izaga 11:25 - Umphefumulo ophanayo uyakukhuluphaliswa. Ophuzisayo uyakuphuziswa naye.
Send us a text
From the publisher's feed
Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?
Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…