Izwi eliFresh

Izwi eliFresh

By Christianityworks NPCReligion & SpiritualityChristianity
Download on the App Store

Izwi eliFresh episodes

  • Uncommon Mercy

    KwabaseFesu 2:4-5 - Kepha uNkulunkulu ecebile ngesihawu, ngenxa yothando lwakhe olukhulu asithanda ngalo,  sesifile ngeziphambeko, wenza siphile kanye noKristu — kungomusa nisindisiwe. 

    Send us a text

    3 min
  • Ukwenza Sekwenziwe

    NgokukaJohane 19:28-30 - Emva kwalokho uJesu, ekwazi ukuthi konke sekuphelelisiwe ukuba umbhalo ugcwaliseke, wathi: “Ngomile.” Kwakubekiwe khona isitsha sigcwele uviniga; khona bachoma ilula ligcwele uviniga othini lwehisopi, baliyisa emlonyeni wakhe. Kwathi ukuba uJesu ewamukele uviniga, wathi: “Kufeziwe;” wagebisa ikhanda, wafa. 

    Send us a text

    3 min
  • Ungasoli I-system

    NgokukaJohane  8:12 - Ngakho uJesu waphinda wakhuluma kubo, wathi: “Mina ngingukukhanya kwezwe; ongilandelayo kasoze ahamba ebumnyameni, kodwa woba nokukhanya kokuphila.” 

    Send us a text

    4 min
  • Ungahlanganyeli Emangeni

    NgokukaJohane 8:44 - Nina ningabakayihlo uSathane, nithanda ukwenza izinkanuko zikayihlo. Yena wayengumbulali wabantu kwasekuqaleni, akemi eqinisweni, ngokuba iqiniso lingekho kuye. Nxa ekhuluma amanga, ukhuluma okungokwakhe, lokhu engumqambimanga noyise wawo. 

    Send us a text

    3 min
  • Sewake Wabaleka Umqondo Kuwe ?

    NgokukaMathewu 7:13-14 - “Ngenani ngesango elincane; ngokuba isango libanzi nendlela inkulu eyisa ekubhujisweni; baningi abangena khona. Kepha isango lincane nendlela iyingcingo eyisa ekuphileni; bayingcosana abayifumanayo. 

    Send us a text

    3 min
  • Ukuthethwa Yicala Nokuzivikela

    NgokukaJohane 14:15-17 - “Uma ningithanda, niyakugcina imiyalo yami. Ngiyakucela kuBaba aniphe omunye uMduduzi wokuba ahlale kini phakade, uMoya weqiniso, izwe elingemamukele, ngokuba lingamboni, lingamazi; nina niyamazi yena, ngokuba uhlala nani, uyakuba kini. 

    Send us a text

    3 min
  • Akukho Ukushaya Ngezinqamulelayo

    1 Samuweli 16:13 - USamuweli wawyesethatha uphondo lwamafutha wamgcoba phakathi kwabafowabo;uMoya kaJehova wehlela kuDavide ngamandla kusukela ngalolo suku kuya phambili .Wayesesuka uSamuweli waya eRama. 

    Send us a text

    3 min
  • Nakhu Esikukhulekayo (3)

    KwabaseKolose  1:9-11 - Ngalokho nathi, kusukela osukwini esezwa ngalo, asiyeki ukunikhulekela nokuninxusela ukuba nigcwaliswe ngokwazi intando yakho ngokuhlakanipha konke nokuqonda okungomoya, nihambe ngokufanele iNkosi, niyithokozise ngakho konke, nithela izithelo emisebenzini yonke elungileyo, nikhula ekumazini uNkulunkulu. Niqiniswe nokuqiniswa konke ngokwamandla enkazimulo yakhe, kuze kube ngukubekezela konke nokubheka kade ngokujabula. 

    Send us a text

    3 min
  • Nakhu Esikukhulekayo (2)

    KwabaseKolose  1:9-10 - Ngalokho nathi, kusukela osukwini esezwa ngalo, asiyeki ukunikhulekela nokuninxusela ukuba nigcwaliswe ngokwazi intando yakho ngokuhlakanipha konke nokuqonda okungomoya, nihambe ngokufanele iNkosi, niyithokozise ngakho konke, nithela izithelo emisebenzini yonke elungileyo, nikhula ekumazini uNkulunkulu. 

    Send us a text

    3 min
  • Nakhu Esikukhulekayo (1)

    KwabaseKolose  1:9 - ..asiyeki ukunikhulekela nokuninxusela ukuba nigcwaliswe ngokwazi intando yakhe ngokuhlakanipha konke nokuqonda okungomoya 

    Send us a text

    3 min

About Izwi eliFresh

From the publisher's feed

Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?

Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…