
Sign up to save your podcasts
Or


KwabaseFiliphi 1:20-21 - Njengokulangazela nokwethemba kwami ukuthi ayikho into engizakujabhiswa kuyo, kepha ngesibindi sonke, njengasezikhathini zonke namanje, uKristu uyakwenziwa mkhulu emzimbeni wami, nokuba kungokuphila nokuba kungokufa. Ngokuba kimina ukuphila kunguKristu, ukufa kuyinzuzo.
Send us a text
KwabaseFiliphi 4:13 - Nginamandla ukwenza konke ngaye ongiqinisayo.
Send us a text
IHubo 119:105 - Izwi lakho liyisibani ezinyaweni zami nokukhanya endleleni yami.
Send us a text
KwabaseFiliphi 1:9-10 - Ngikhulekela lokhu ukuba uthando lwenu luvame kakhulu njalo ekwazini nasekuqondeni konke, ukuze nikwazi ukwahlukanisa, nize nibe mhlophe nabangakhubekisiyo kuze kube lusuku lukaKristu
Send us a text
KwabaseFiliphi 4:4 - Thokozani eNkosini njalonjalo; ngiyaphinda ngithi: Thokozani!
Send us a text
KwabaseFesu 4:31-32 - Konke okubabayo, nentukuthelo, nolaka, nomsindo, nokuhlambalaza makususwe kini kanye nakho konke okubi. Maniphathane ngobumnene, nihawukelane, nithethelelane, njengalokho noNkulunkulu wanithethelela ngoKristu.
Send us a text
Zefaniya 3:17 - UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi kwakho, iqhawe eliyakukusindisa; uyakujabula ngawe ngentokozo, athule othandweni lwakhe, ethabe ngawe ngokuhlabelela.”
Send us a text
IHubo 18:20-21 - UJehova wangivuza ngokokulunga kwami; wangibuyisela njengokuhlanzeka kwezandla zami. Ngokuba ngizigcinile izindlela zikaJehova, angimukanga kuNkulunkulu wami ngokushinga.
Send us a text
2 KwabaseKhorinte 3:18 - Kepha thina sonke esibuka ngobuso obambuliwe inkazimulo yeNkosi njengasesibukweni siyaguqulwa, sibe njengalowo mfanekiso ngokuya enkazimulweni, njengalokhu kumi ngeNkosi enguMoya.
Send us a text
2 KwabaseKhorinte 3:17 - INkosi inguye uMoya; kepha lapho uMoya weNkosi ekhona, kukhona inkululeko.
Send us a text
From the publisher's feed
Ubani ongathi usuku nosuku alunazehlo ezishonisa phansi umphefumulo wakhe, zimshiye edidekile?
Kulesosimo kanye angikutshele ukuth sikulethele iZwi lomphefumulo eliyimzuzu emithathu Vo!…